Isolezwe

Wednesday - 23rd September, 2026
Cover of Isolezwe

SPRING SALE

ARIES: Mar 21 – Apr 19 KUBUKEKA sengathi umdlandla wakho wokuthatha igxathu eliya phambili nokuthuthukisa izinjongo zakho unyukile. Ukuvuthwa komqondo yikhona okukusizayo ukwazi ukuhlela ngendlela izinto zakho futhi kubukeka kuzokubeka ezingeni...

Read Full Story (Page 1)
Tuesday - 22nd September, 2026
Cover of Isolezwe
Monday - 21st September, 2026
Cover of Isolezwe

Iqophe omunye umlando iscorpion Kings ngedili lomculo EFNB

LISEBENZISE ithuba onalo uzame ukufeza zonke izinhloso zakho. Uma kungukuthi kukhona iqhaza olibambile emphakathini, lokhu kuzokulethela udumo. SAGITTARIUS: Nov 22 – Dec 20 KUNGENZEKA ukuthi kukhona uhlelo owazikhandla kakhulu ngalo kodwa wangathola...

Read Full Story (Page 2)
Friday - 18th September, 2026
Cover of Isolezwe

Injabulo kusocongwa ‘umholi wemigulukudu’

Read Full Story (Page 1)
Thursday - 17th September, 2026
Cover of Isolezwe

Belimshiya igazi ‘obulawe yisoka’ eseyisishoshovu

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 16th September, 2026
Cover of Isolezwe

U-NDZ usamile ekutheni umbalula wagwaza

ILUNGU lesigungu esiphezulu kwi-anc, udkt Nkosazana Dlamini-zuma, lisamile ekutheni unobhala Jikelele wale nhlangano, umnuz Fikile Mbalula, wasebenzisa imali ukuze aqokelwe kulesi sikhundla esimqoka enhlangaweni. Udkt Dlamini Zuma uthe unobufakazi...

Read Full Story (Page 1)
Tuesday - 15th September, 2026
Cover of Isolezwe

Owozalo uqinisekisa eyokujola nopenny Ntuli

UMLINGISI wozalo, umbuso Zulu, uthi ukuba khona kukapenny Ntuli empilweni yakhe kuyishintshe kakhulu nokuyingakho ethathe isinqumo sokumcela phambi kwemindeni yabo ukuthi abe yintombi yakhe. Umbuso, odlala indawo kacash Money, ufake i-video...

Read Full Story (Page 1)
Monday - 14th September, 2026
Cover of Isolezwe

Ubuhlungu ‘owabulawa yisoka’ etholwa sekuphele inyanga

AMAPHOYISA akwazulu-natal asekhiphe umehlokaboni ka-r50 000 kunoma ngubani ongaba nolwazi ngengane eneminyaka eyisikhombisa, eyanyamalala ngendlela engaqondakali emijondolo yasemarikana, ekokstad, ngofebhuwari nonyaka. Ulathitha Mtolo owayefunda...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 11th September, 2026
Cover of Isolezwe

Ikati lilele eziko bengaholi kumasipala wakwazulu-natal

SEBEPHILA ngokucela kanye nokuziba izingcingo zababasela izikweletu abasebenzi namakhansela kamasipala wasempendle osekuphele izinyanga ezine bengaholile. Abasebenzi namakhansela bathe abanye sebedlelwe izimoto bakhala nangokucwila bavele ngamakhanda...

Read Full Story (Page 1)
Thursday - 10th September, 2026
Cover of Isolezwe

Babhodlela okhozini ‘abebhanoyi eliphahlazeke’ nezishaqane

SEBEPHUMA iqhubu nokhozi FM abantu abalahlekelwe yimali eshisiwe ngemuva "kokuphahlazeka kwebhanoyi" lemali I-RNK NTT. I-RNK NTT ibisichume kakhulu ebantwini beyitusa bethi "Babusiswe ngayo wunkulunkulu'' ukuba benze imali bengasebenzi. Babalelwa...

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 9th September, 2026
Cover of Isolezwe

Undunankulu uzithele phezu komhlola

UNDUNANKULU wakwazulu-natal, umnuz Thami Ntuli, ehambisana nobuholi obuhlukene basemandeni, izolo, beyokhala emndenini wakwamakhoba okudutshulwe khona ubaba wekhaya nowesifazane akade ehlalisana naye

Read Full Story (Page 1)
Tuesday - 8th September, 2026
Cover of Isolezwe

Isilo sishiye umcimbi ngenxa yokungahlonishwa

Read Full Story (Page 1)
Monday - 7th September, 2026
Cover of Isolezwe

Kusolwa utshwala kuxabana umsakazi nomaskanda

KUSHODE ozogadla phakathi komculi kamaskandi, uquality Biyela nomsakazi wezinhlelo zikamaskandi emisakazweni yomphakathi, unqobile "Modelkazi" Dlamini, kwimpumalanga Traditional Music Festival ebisewitbank Puma Rugby Stadium, empumalanga,...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 4th September, 2026
Cover of Isolezwe

U-emtee usindele izingane kumshubela

EMUVA kwezinsuku ezingu-16 egqunywe esitokisini, umthembeni "Emtee" Ndevu, ugcine ededeliwe ngebheyili ka-r2 000 kulandela ukuhoxiswa kwecala lokushaya abelivulelwe wumkakhe, unicole Chinsamy. U-emtee (33), wodumo lwengoma ethi Roll Up nethi Thank...

Read Full Story (Page 2)
Thursday - 3rd September, 2026
Cover of Isolezwe

‘Kuzohlanziswa nasebempeshenile ngenkohlakalo emaphoyiseni etheku’

BAZOLANDWA sebempeshenile abasule isigubhukane emkhandlwini wetheku, uma kuya ngokuthi bebebalekela uphenyo mayelana nodaba lokugwaziswa kwabafuna ukujoyina umbutho wamaphoyisa kuleli dolobha. Lokhu kushiwo yimenenja yalo masipala, umnuz Musa Mbhele,...

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 2nd September, 2026
Cover of Isolezwe

ISOUTH

African Football Association (Safa) iqinisekise ukubuya kukapitso Mosimane esikhundleni sokuqeqesha ibafana Bafana esithangamini nabezindaba esafa House, enasrec, izolo. Kusuka kwesokunxele yisikhulu esiphezulu sesafa ulydia Monyepao, umengameli wesafa...

Read Full Story (Page 1)
Tuesday - 1st September, 2026
Cover of Isolezwe

Inkosi ivume ubuqhawe bukaphakela ngesipho

ISISHOSHOVU esilwa nokunqwabelana kwabantu bakwamanye amazwe kuleli ngokungemthetho, unkosikhona “Phakel’umthakathi” Ndabandaba, sicacise ngophaphe lwegwalagwala esichonywe lona yinkosi yesizwe sakwabuthelezi, umntwana uzuzifa ngesonto. Engxoxweni abe...

Read Full Story (Page 2)
Monday - 31st August, 2026
Cover of Isolezwe

2

ARIES: Mar 20 – Apr 19 IMA lapho-ke uma ubuhlela ukusebenzisa imali yakho ngoba kukhona izidingo eziphuthumayo okuzodinga ukuba ubhekane nazo ezizodla imali enkulu ephaketheni lakho. TAURUS: Apr 20 – May 20 KUBALULEKILE ukuba wamukele izimo...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 28th August, 2026
Cover of Isolezwe

Umnyango wamukela ukuhoxa kokhala ngokucwaswa kwabokufika

ARIES: Mar 21 - Apr 20 UNGAJAHI ukuqala okusha, udinga usizo ngalesi sikhathi. Udinga nokusebenzisana nabanolwazi kulokhu omatasa ngakho. TAURUS: Apr 21 - May 20 UNGAKHATHAZEKI ngezinto ezingaphezu kwamandla akho ongakwazi ukuzilawula. Ungase...

Read Full Story (Page 2)
Thursday - 27th August, 2026
Cover of Isolezwe

Indida ngekusasa lesikhulu somsakazo igagasi FM

ALICACI emsakazweni igagasi FM ikusasa lentokazi ezakhele igama emkhakheni wokusazakaza njengophrojusa, u-ayanda Melansi, njengoba ibhekene nezinsolo eziningi ezibucayi. Emasontweni amathathu adlule, u-ayanda kuthiwa ukhishwe ngesidlozana emahhovisi...

Read Full Story (Page 2)
Wednesday - 26th August, 2026
Cover of Isolezwe

Uyibhedlile indaba yokuboshwa kukangizwe nophakela

UBAFUNA ezikiti ababehola amamashi okuchitha abokufika kuleli, ongizwe Mchunu nonkosikhona Phakel’umthakathi Ndabandaba, umholi WE-EFF umnuz Julius Malema. Umalema ubuze umengameli Cyril Ramaphosa ukuthi ikuphi okwenziwayo ukubopha abaphehla udweshu...

Read Full Story (Page 1)
Tuesday - 25th August, 2026
Cover of Isolezwe

Usnqamu Sodidla ugadle kumayoghurt

ARIES: Mar 21 - Apr 19 KUBUKEKA sengathi uzophuma enkingeni yomsebenzi obhekene nayo futhi uzothola nokuthula ngesimo sakho sempilo. Ungase uphumelele ukuqhubeka nempilo. Ukulinda kunembuyiselo. Kukhona okusha ozokuzuza futhi kuzokubeka endaweni...

Read Full Story (Page 2)
Monday - 24th August, 2026
Cover of Isolezwe

Udide nosathane owokholo eshadelwa isinyenyela

UTHEMBISE ukumthanda umkakhe umculi wokholo u-ayanda Ntanzi, okuthe ngomgqibelo wambesa ugcina umazungu, emtubatuba. U-ayanda nogcina baqale bashada ngolwesihlanu, emcimbini obufihliwe nobuhanjelwe izihlobo eziseduze kuphela. Ngomgqibelo kube sekuba...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 21st August, 2026
Cover of Isolezwe

Ekubhaleni izincwadi

ARIES: Mar 21 – Apr 19 KHETHA ngeqiniso, bheka imininingwane onayo ngebhizinisi lakho ngoba ungathola isizathu sokuyiphonsela inselelo eminye imininingwane oyitholayo. Ukungatholi ulwazi olufanele ngesikhathi esifanele kungakudalela izindleko...

Read Full Story (Page 2)
Thursday - 20th August, 2026
Cover of Isolezwe

Sebeyiqembu likamaskandi olwah Ndlunkulu nomawhoo

IMIZWILILI yakwazulu-natal, uthandeka "Mawhoo" Ngema nolwandile "Lwah Ndlunkulu" Mtshali, basungule iqembu likamaskandi, izulu Queens. Ulwah (23) wakwamduku, ehluhluwe, nomawhoo (31) waseshowe, bethule leli qembu ne-albhamu yalo yokuqala esihloko sithi...

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 19th August, 2026
Cover of Isolezwe

Kuqubuke impikiswano ngezigqebhe zosisi ezinkonzweni zomngcwabo

AABANTU ezinkundleni zokuxhumana babonakale bengakunambithisisi ukugqoka iziketi ezimfishane kwabasebenzi besifazane benkampani yabangcwabi, Amathole, emngcwabeni kascebi ‘Inkosi Yamagcokama’ Dlamini ngempelasonto. Kwi-video efakwe kwifacebook ngemuva...

Read Full Story (Page 2)
Tuesday - 18th August, 2026
Cover of Isolezwe

ABABHIKISHI

bebengagayelwe mphako enkabeni yetheku, izolo, besola umengameli Cyril Ramaphosa ngokuthi akabalaleli. Banqandwe bezama ukuyobhikisha ngase-icc lapho bekuqhubeka khona umhlangano WESADC (udaba ekhasini 6)

Read Full Story (Page 1)
Monday - 17th August, 2026
Cover of Isolezwe

Ukushaqeka kubulawa usomabhizinisi

USASHAQEKILE umndeni kasomabhizinisi wakwa-j, emlaza, kulandela isigameko sokuthi adutshulwe nomngani babulawe ngolwesihlanu. Kulesi sigameko, kufe ngesihluku umnuz Sago Mbatha (34) nomngani wakhe, umnuz Mazwi Mathebula. Isolezwe lizwe nokuthi...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 14th August, 2026
Cover of Isolezwe

Imibuzo kufa omunye umuntu kwi-Bootcamp yabafana

UYAVEVA umndeni wowesilisa wasempangeni kulandela ukushona kwakhe ngendlela engaqondakali esikhungweni okuthiwa sisiza imilutha yezidakamizwa erichmond. Umufi, umnuz Unathi Makhosonke Mkhasibe (25), kuthiwa ushone ngojulayi 25 emva kokuqeda inyanga...

Read Full Story (Page 1)
Thursday - 13th August, 2026
Cover of Isolezwe

Umsiki wengqephu namasu okuphumelela

UKUBEKEZELA, ukuzikhandla nokukholelwa embonweni yiwona khiye ovule iminyango yempumelelo kumsiki wengqephu unkk Londeka Buthelezi-ndaba, wenkampani imalondie esingenye yezinkampani zezengqephu ezikhomba ukukhula ngamandla kulezi zinsuku. Elandisa...

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 12th August, 2026
Cover of Isolezwe

Basola umasipala bedixwa yimvula

IKHALE ngonya lukamasipala wetheku, iqhuqhwa amakhaza nemvula iphelela kuyona imindeni engu-13 esanda kukhishiswa okwezinja eflethini elisesouth Beach. Le mindeni yakhahlanyezwa yizikhukhula kanye nabanye abayinqwaba ezindaweni ezehlukene ethekwini,...

Read Full Story (Page 1)
Tuesday - 11th August, 2026
Cover of Isolezwe

Kukhalwa ngobunuku bokufa okuthathe umaskanda 2

UMCULI kamaskandi ongasekho uscebiseni Dlamini obedume ngelenkosi Yamagcokama

Read Full Story (Page 1)
Friday - 7th August, 2026
Cover of Isolezwe

Kubatshazwa umkhuba wokuziba ikhondomu EKZN

UBONAKALA ngojanuwari nangofebhuwari umayihlokoza wokungawasebenzisi amakhondomu kwabesilisa bakwazulu-natal nase-eastern Cape, abavelwa yizifo ezithathelana ngocansi emva kokuzitika ngalo bume ngamaholidi kadisemba. Isifo socansi esidlange kakhulu...

Read Full Story (Page 1)
Thursday - 6th August, 2026
Cover of Isolezwe

Ukubheke ngabomvu ukuhlomisa Intandokazi

UTHI usekubheke ngabomvu ukuhlangana nabantu besifazane abahlukene unkk Thandi Mabhida ozobe eyisikhulumi esiqavile emcimbini walo nyaka, Intandokazi Woman Club. Umcimbi walo nyaka uzobe ubanjwe ngo-agasti 15, epremier Splendid Inn, emhlanga,...

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 5th August, 2026
Cover of Isolezwe

Umbuso ubonga ukungacwaswa ngendawo ayilingisa kuzalo

ARIES: Mar 21 - Apr 19 ZINIKE isikhathi sokucabanga ukuthi ufunani. Lesi yikhathi sokubhekana namaqiniso empilweni yakho. Udinga ukuhlela kahle ukuthi uzokwenzani. TAURUS: Apr 20 - May 20 INHLOSO yakho kungenzeka ivinjwe yimiphumela yobungani...

Read Full Story (Page 2)
Tuesday - 4th August, 2026
Cover of Isolezwe

Isiphendulwe isikole indawo yezimoto emsinga

ISIPHENDULWE isikole esizimele indawo obekungeyokudlala izimoto kushaywe izidudla nokungcebeleka, imphelankani, etugela Ferry, emsinga. Le nkundla izakhele udumo ngomdlalo imsinga Driftkhana obujwayele ukuba minyaka yonke, uheha abashayeli abadumile...

Read Full Story (Page 2)
Monday - 3rd August, 2026
Cover of Isolezwe

Isilo siyaveva ngomhlangano ‘wokusichitha esihlalweni’

Read Full Story (Page 1)
Friday - 31st July, 2026
Cover of Isolezwe

Lwasuka ushikishi

KUVELE ukuthi lubole phuhlu uphiko i-investigating Directorate Against Corruption (IDAC) okuholele ekutheni obeluphethe, u-advocate Andrea Johnson, esule isigubhukane esikhundleni emva kokuhlaluka ukuthi udlalise injeje olieutenant-general Dumisani...

Read Full Story (Page 1)
Thursday - 30th July, 2026
Cover of Isolezwe

Kuvela eyokugembula owesifazane evuma icala lokubulala ingane

WAYEFUNA ukuzwisa unina kamufi ubuhlungu ngokumfaka ekugembuleni maqede angabe esamsiza owesifazane ovume icala lokubulala ingane kamakhelwane kwa-q, emlaza, nyakenye. Lokhu kuhlaluke ngolwesibili enkantolo enkulu yasethekwini, ngesikhathi unksz...

Read Full Story (Page 3)
Wednesday - 29th July, 2026
Cover of Isolezwe

Kutuswe amagalelo ka-otty Nxumalo ngeqoqo lezinkondlo nezibongo

ARIES: Mar 21 - Apr 20 PHAKATHI kwamabili, uzobe ucabanga kuphela ngaleyo nto ozobe uyenza ngaleso sikhathi ungazikhathazi ngalutho olunye. Ukufanekisa, uma uzobe usebenza uzogxila emsebenzini wakho, uma ugula, uzonaka ukugula okukuphethe...

Read Full Story (Page 2)
Tuesday - 28th July, 2026
Cover of Isolezwe

Luyashuba olokuthukwa konyazi ku-tiktok

USABISA ngokuveza okuningi okungekuhle ngomholi wakwashembe, ohlangothini lwasebuhleni, uthabani "King Putin" Hlatshwayo wodumo ezinkundleni zokuxhumana, uma umshumayeli waleli bandla, umnuz Mkhathini Khoza, engayihoxisi inkulumo ayenze ngaye...

Read Full Story (Page 1)
Monday - 27th July, 2026
Cover of Isolezwe

Umsakazi wamukelwe ngenhlokomo kwi-eff

OZAKHELE udumo ngokusakaza izinhlelo zomculo kamaskandi eziteshini zomphakathi, u-andile "MC Pholobas" Ngcobo, wamukelwe ngenhlokomo yiqembu lepolitiki, i-economic Freedom Fighters (EFF) ehholo lomphakathi wakwawosiyane, endwedwe ngomgqibelo. UMC...

Read Full Story (Page 2)
Friday - 24th July, 2026
Cover of Isolezwe

Umbuso Khoza uthungel' injobo ebandla

NJENGOBA inyanga yamadoda seyiya emaphethelweni, ingwazi ye-world music umbuso Khoza ihlele inkundla lapho abesilisa bezodingida khona ngezihloko ezihlukahlukene. Ekhuluma nesolezwe, umbuso uthe lo mbuthano, obizwa ngenjobenhle Men's Conference, uzobe...

Read Full Story (Page 2)
Thursday - 23rd July, 2026
Cover of Isolezwe

Uzogijima ngaphezu kuka-300km ekhuza ukucwaswa kwabanehiv

OPHILA nengculazi uzosebenzisa ukugijima esuka emkhuze ebheke ethekwini ukukhuthaza abantu ngokuthatha imishanguzo, ukuqwashisa ngokhwantalala nangokukhuza abacwasa abaphila naleli gciwane. Uzwelibanzi "The Unbreakable Soul" Nyawo (54) uthe uzoqala...

Read Full Story (Page 2)
Wednesday - 22nd July, 2026
Cover of Isolezwe

Imantshi iyichithile eyokuhlanya

UMFUNDISI-MBUMBULU wasedemocratic Republic of Congo (DRC), okuleli ngokungemthetho, osolwa ngamacala okuzama ukubulala phakathi kwamanye, uphile saka emqondweni. Lokhu kushiwo yimantshi izolo, ngesikhathi lona wesilisa, umnuz Fulgence Ninubona (34),...

Read Full Story (Page 1)
Tuesday - 21st July, 2026
Cover of Isolezwe

Bacikwe ‘ukuhlanya’ komfundisi ogwaze udadewabo kamjosty

SINENGE inkantolo isenzo sesibhedlela sokuzithathela isinqumo sokugcina owesilisa waseburundi, osolwa ngecala lokugwaza ephindelela owesifazane nengane, wangavela njengoba bekulindelekile. Umnuz Fulgence Ninubona (34) okuthiwa ungumfundisi-mbumbulu,...

Read Full Story (Page 1)
Monday - 20th July, 2026
Cover of Isolezwe

Isilo sizishaye zaphelela saphinde samembesa ukamawewe

INJABULO ibibhalwe emehlweni esilweni umisuzulu Sinqobile kazwelithini ngesikhathi silobola ingoduso yaso, usihle kamawewe Mdhluli, ngempelasonto

Read Full Story (Page 1)
Friday - 17th July, 2026
Cover of Isolezwe

Ukabelo Mabalane ukhuza ibuya kwi-kwaito

INKAKHA yomculo we-kwaito, ukabelo Mabalane, isimemezele ukuthi ikhuza ibuya ngemuva kokunyamalala iminyaka engu-11. Abanye bangase ukabelo bamazi njengomfundisi, abanye bamkhumbule njengobouga 2 Shoes noma ubouga Luv, akusakhathalekile ukuthi...

Read Full Story (Page 2)
Thursday - 16th July, 2026
Cover of Isolezwe

Imibuzo kubulawa thishomkhulu

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 15th July, 2026
Cover of Isolezwe

Kuboshwe uthisha edilivela inkabi izidakamizwa

Read Full Story (Page 1)
Tuesday - 14th July, 2026
Cover of Isolezwe

Usirino uvumbuke ethekwini

I-DURBAN City elokhu iqhubekile nokuba matasa emakethe kuleli windi lokusayiniswa kwabadlali, kuvela ukuthi isiqede konke ngokusayinisa ugaston Sirino obeyibamba kwikaizer Chiefs nonozinti usalim Magoola obevimbela irichards Bay. Laba badlali...

Read Full Story (Page 1)
Monday - 13th July, 2026
Cover of Isolezwe

Uqhamuke nento ehlukile untanzi

ISIHLABANI somculo wokholo, u-ayanda Ntanzi, sishiye izithameli zisahalela impinda ngengoma kamaskandi esihloko sithi Sonqoba Ngemithandazo emcimbini waso obusenkosi Albert Luthuli ICC, ethekwini, ngomgqibelo. Kule ngoma u-ayanda umangaze abaningi...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 10th July, 2026
Cover of Isolezwe

‘Bayangcebeleka’ abase-afrika kweyomhlaba

KUVELE imibiko ngonondweba base-afrika abebeqokelwe ukuyodlalisa kwindebe yomhlaba okuthiwa basichitha ngokuhambela amabhishi isizungu njengoba bengabhekwa nangeso kusukela uqalile lo mqhudelwano osukuma-quarterfinal emexico, Canada nase-united States...

Read Full Story (Page 1)
Thursday - 9th July, 2026
Cover of Isolezwe

2 Abaculi bakuleli bayahoxiswa emicimbini e-afrika

SIYANDA isibalo sabaculi bakuleli abahoxiswa emicimbini esemazweni ase-afrika ngenxa yokubhikishelwa kwabantu abakuleli ngokungemthetho. Lokhu kuqinisekiswe nawungqongqoshe wezobulungiswa nokuthuthukiswa komthethosisekelo kuleli, ummamaloko Kubayi....

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 8th July, 2026
Cover of Isolezwe

Umaskanda ubhoboka ngomuzwa wokuzibulala 3

UMCULI kamaskandi, ukwanele "Khaza" Mtolo, udinga usizo emoyeni omubi osunesikhathi eside umhlupha. Le nsizwa edabuka ebergville iveze ukuthi seyigqigqe kubantu abaningi izama ukuthola usizo kodwa kunhlanga zimuka nomoya ngakho icela noma wubani...

Read Full Story (Page 1)
Tuesday - 7th July, 2026
Cover of Isolezwe

Uzungu usophe ukubuyisa isithunzi sesafa

UMENGAMELI wamazulu, usandile Zungu, uthembise ukubuyisa isithunzi senhlangano eyengamele ibhola emzansi, isouth African Football Association (Safa), njengoba ezongenela ukhetho lokuyihola ngosepthemba. Uzobanga isikhundla sokuba ngumengameli wesafa...

Read Full Story (Page 1)
Monday - 6th July, 2026
Cover of Isolezwe

UMLINGISI, uthembi Seete, ekhangisa ngomswenko wakhe eshutha nenjomane kwihollywood Durban July ethekwini, ngomgqibelo

UKUPHOKOPHELA impumelelo yizikhali ezisize umsiki wengqephu, umlungisi Ndlovu, ukunqoba umncintiswano wemfashini iyoung Designer Award kwihollywoodbets Durban July ebisehollywoodbets Greyville Racecourse, ethekwini, ngomgqibelo. Ngokunqoba kwakhe...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 3rd July, 2026
Cover of Isolezwe

Kushubile osomatekisi bedlelwa umzila Kwadukuza

BAFUNGA bayagomela osomatekisi bakwamaphumulo bathi iyobanjwa ngesithele nayo, ngeke bagoqe izandla osomatekisi bakwadukuza 'bebaxhaphaza ngokudla umzila wabo' wakwamadundube nasedorinkop. Bathi kuyoshiyana ukwenza bazokwenza konke okusemandleni...

Read Full Story (Page 1)
Thursday - 2nd July, 2026
Cover of Isolezwe

Imibuzo uzuma evakashela abakwagupta

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 1st July, 2026
Cover of Isolezwe

Osaziwayo batuse ubuqhawe bomphakathi embhikishweni

INGXENYE yosaziwayo bemikhakha ehlukene kuleli iphumele obala yancoma ubuqhawe bezakhamuzi eziphume ngobuningi bazo kukhukhulelangoqo wemibhikisho ebisezindaweni ezihlukene ezweni lonke izolo. Lo mbhikisho, obese kuyisikhathi eside ubikezelwa ezweni...

Read Full Story (Page 2)
Tuesday - 30th June, 2026
Cover of Isolezwe

Imaqaqa nomcimbi wokujabulisa abasemakhaya ngedurban July

IHLOSE ukujabulisa abantu basemakhaya ngedurban July indawo yobumnandi yasembumbulu, imaqaqa Exclusive Lifestyle ngomcimbi wayo omkhulu ozobe uhlanganise abaculi bemikhakha ehlukene. Unksz Hlengiwe Ngwabe ongumphathi wale ndawo uthe lo mcimbi uzokuba...

Read Full Story (Page 2)
Monday - 29th June, 2026
Cover of Isolezwe

Ami ngomumo amaphoyisa ngemibhikisho

KUHLATSHWE ikhwelo emaphoyiseni ukuthi angasebenzisi indlakadla, acheme nohlangothi oluthile noma enzelele emamashini okuchitha abantu bakwamanye amazwe abafohlile Kwazulu-natal. Ukhukhulelangoqo wemashi echitha abokufika kuleli ehlelwe yimarch and...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 26th June, 2026
Cover of Isolezwe

Lidlule ebunzimeni iqhawe lebafana

UKUKOPELA indlela okwenza ngayo abadlali abahlonishwayo emhlabeni kusize iqhawe lebafana Bafana, uthapelo Maseko, ukuthi lingadikibali yize liqale laphikwa ngamathuba ngesikhathi iningizimu Afrika izifaka kwi-last 32 yendebe yomhlaba ngokunqoba...

Read Full Story (Page 1)
Thursday - 25th June, 2026
Cover of Isolezwe

‘Ngifundile ephutheni lami’

UMDLALI wasesiswini webafana Bafana, usiphephelo “Yaya” Sithole, ubabaza uthando nokwesekwa akuthole ngaphakathi ekhempini yaleli qembu lesizwe ngesikhathi ezizwa sengathi umhlaba wonke umjikele kulandela iphutha alenza emdlalweni wokuqala wendebe...

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 24th June, 2026
Cover of Isolezwe

Kuzogiya U-DJ Cndo neqwabe Twins kwi-absa Run Your City

NGAPHANDLE kokubheka ngabomvu umjaho i-absa Run Your City Durban 10km yanonyaka ozobe ugubha iminyaka eyisishiyagalolunye wasungulwa, abathandi bezokugijima ethekwini namaphethelo ngemuva komjaho bazozitika ngomculo wezihlabani zomculo, iqwabe Twins...

Read Full Story (Page 2)
Tuesday - 23rd June, 2026
Cover of Isolezwe

Udado (4) akaconsi phansi ngesimanga sezimpendulo zezibalo

IZINOMBOLO nokubala yinto evame ukuba yinkinga ebantwini abaningi ngisho abadala futhi abafundile imbala, kangangokuthi abanye baze babalekele isifundo sezibalo esikoleni ngoba bekholelwa ekutheni sibukhuni futhi asiqondeki kalula. Nokho lokhu...

Read Full Story (Page 2)
Monday - 22nd June, 2026
Cover of Isolezwe

Ngeke sixoshwe omafikizolo kwimkp: Nhlamulo noduduzile

IYA kude eyokuxoshwa kwabazibiza ngabanye babasunguli eqenjini IMKP, umnuz Nhlamulo Ndhlela nendodakazi yomholi waleli qembu, umnuz Jacob Zuma, unkk Duduzile Zuma-sambudla, abashaya phansi ngonyawo bathi abayi ndawo. Laba baya enkantolo ukuyophikisana...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 19th June, 2026
Cover of Isolezwe

Sizombiwa isidumbu somholi waseNyonini

SIZOMBIWA singcwatshwe kabusha isidumbu somholi webandla lasezayoni, ichristian Catholic Holy Spirit in Zion, inyonini, udkt Thamsanqa Nkonyane odlule emhlabeni emasontweni edlule. Kuzokhumbuleka ukuthi udaba lokungcwatshwa kwakhe lube sematheni...

Read Full Story (Page 1)
Thursday - 18th June, 2026
Cover of Isolezwe

Nizozisola ngokusixosha: abaseMalawi

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 17th June, 2026
Cover of Isolezwe

E-DURBAN University of Technology

ethekwini, izolo, intsha ibiphethe izingqwembe ezinemiyalezo ehlukene kukhunjulwa isehlakalo sangojuni 16, 1976, lapho intsha yabhukula yalwa ngokufundiswa ngolimi lwesibhunu ezikoleni zakuleli. Kulo mcimbi, obuhanjelwe ngundunankulu wakwazulu-natal,...

Read Full Story (Page 1)
Monday - 15th June, 2026
Cover of Isolezwe

Ziyaqhubeka izinsongo ‘kowe-uber’ edutshuliwe

LIHLEHLISELWE ulwesithathu, ukuze umphenyi aqinisekise ukuthi kuyiqiniso noma kungamanga ukuthi bangaphandle ngoshwele abasolwa ababili, kwabathathu, abasolwa ecaleni elithinta umshayeli wemoto ekhokhelwa ngebanga elihambile nabagibeli...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 12th June, 2026
Cover of Isolezwe

4

YIZE ungeke uzixazulule zonke izinkinga zakho kodwa eziningi zazo ungakwazi ukuzisombulula inqobo nje uma uzosebenzisa ubuhlakani. Ungenza kahle kakhulu kulesi sikhathi uma nje uzosusa konke okukukhathazayo endleleni yakho ukuze yonke into ihambe...

Read Full Story (Page 1)
Tuesday - 9th June, 2026
Cover of Isolezwe

Uwola izicoco umlingisi ongenise ekumodeleni

UMLINGISI wodumo lomkhokha: The Curse nesibongile and the Dlaminis, uzodumo Shange usekhuthaze abesifazane abakhulisa izingane ngabodwana ukungavumeli ukuthi ukubhimba kwesimo nobunzima bempilo yabo kubavimbe ukufeza okuhle abakufisayo. Uzodumo...

Read Full Story (Page 1)
Monday - 8th June, 2026
Cover of Isolezwe

Kusolwa ‘isancinza’ ngokuthuna umholi webandla umndeni ungazi

ASAZIWA ukuthi singcwatshwe kuphi isidumbu somholi webandla lasenyonini, ichristian Catholic Holy Spirit in Zion, udkt Thamsanqa Nkonyane, obengumengameli waleli bandla odlule emhlabeni emasontweni amabili edlule, esemzini wakhe osethekwini. Kushone...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 5th June, 2026
Cover of Isolezwe

USUWEHLILE

Lungile Landela 031 308 2708 @isolezwenews Isolezwe www.isolezwe.co.za

Read Full Story (Page 7)