Isolezwe

Friday - 27th March, 2026
Cover of Isolezwe

Kukhulekelwe umcimbi i-pre Easter Gospel

BEBEPHUME zinkalo zonke abefundisi bamahlelo ahlukene izolo, ngesikhathi kuzokhulekelwa umcimbi i-pre Easter Gospel Music Festival ezobanjelwa E-ICC Arena, ethekwini, kusasa kusukela ngo-5.30 ntambama. Lo mkhuleko ububanjelwe ehhotela ipavillion,...

Read Full Story (Page 2)
Thursday - 26th March, 2026
Cover of Isolezwe

Odilika abathathu kobephika ukuthi waqotha umndeni

KWEMBULWE izipoki ezibhubhudla imali esikhwameni esixhasa izitshudeni ngemali yokufunda ezikhungweni zemfundo, i-national Students' Financial Aid Scheme (NSFAS), ekubeni kuvela ukuthi sezafa. Lezi zipoki zivundululwe embikweni kamcwaningi Mabhuku...

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 25th March, 2026
Cover of Isolezwe

Kuphelile ngengwenya yodumo Okhozini FM

SIZOVALWA yintokazi ephuma emsakazweni Igagasi FM, isikhala sika-ayanda Msweli, obesezakhele igama ngokwethula ezomgwaqo emsakazweni Ukhozi FM. Isolezwe liphinde lathola ngemithombo yalo ukuthi u-ayanda Msweli obedume ngelengwenya, inkontileka yakhe...

Read Full Story (Page 1)
Tuesday - 24th March, 2026
Cover of Isolezwe

Izembe ligawule abangu-11 emsakazweni Ukhozi FM

KUVELA ukuthi bangu-11 abasakazi, ophrojusa nabasebenzi abakhale ngaphansi kulo nyaka emsakazweni Ukhozi FM, njengoba bekubuyekezwa kabusha izinkontileka zokusebenza. Emisakazweni ehlukene, ikakhulu engaphansi KWE-SABC, kulindeleke ukuthi kusuka...

Read Full Story (Page 1)
Monday - 23rd March, 2026
Cover of Isolezwe

Indida kubulawa isalukazi nomzukulu besazilile

UBUSATHI uzikhotha amanxeba ngesihlobo esibulawe ngesihluku, sabekwa endlini yaso yokugcina ngempelasonto edlule, umndeni wesaguga (84) esibulawe nomzukulu (13) emkhelekehleni, Kwangcolosi, ngolwesibili olwedlule. Lokhu kuvele ngomgqibelo, ngesikhathi...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 20th March, 2026
Cover of Isolezwe

Isihluku ebulala intombi phambi kwezingane

UKHALELA izimpendulo ezihlotsheni zikamsolwa, umndeni wowesifazane wasemabaleni, emahlongwa, emkhomazi, okuthiwa ubulawe ngesihluku uyise wezingane entathakusa ngesonto. Kulesi sigameko okuthiwa senzeke kubo kamsolwa egqolweni, kufe unksz Zinhle Khomo...

Read Full Story (Page 1)
Thursday - 19th March, 2026
Cover of Isolezwe

Umkhwanazi udedele abanye odalimende

UKHOMISHANA wamaphoyisa Kwazulunatal, ulieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi, ufake igiya eliya phambili ngesikhathi evele phambi kwekomiti lasephalamende elikhethekile izolo, lapho eneke khona ubufakazi obusha obungampintshela ekhoneni izikhulu...

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 18th March, 2026
Cover of Isolezwe

OwoKhozi ‘uzicelele ushintsho’

SEKUVELE izindaba zokuthi ufuna ukususwa ohlelweni lwasekuseni emsakazweni ukhozi FM, usipho Mbatha, odume ngelikadj Sgqemeza kubalandeli bakhe. Usipho osakaza ivuka Afrika Breakfast Show kusuka ngo-6 kuya ku-9 ekuseni ngokubambisana nomroza...

Read Full Story (Page 1)
Tuesday - 17th March, 2026
Cover of Isolezwe

Ziyaqhubeka izinhlelo zomcimbi ka’khethiwe’

AYAQHUBEKA amalungiselelo amaroyalty Soapie Awards okulindeleke ukuthi abuye nonyaka emuva kokungasingathwa nyakenye ngenxa yezizathu ezahlukene. Le miklomelo yasungulwa nguwinnie Ntshaba ongumlingisi ozakhele udumo kwigenerations: The Legacy neminye...

Read Full Story (Page 1)
Monday - 16th March, 2026
Cover of Isolezwe

Izinxushunxushu uthishanhloko ‘esheba ibhizinisi lokungcwaba nokufundisa’

UZIBHALELE esikoleni esingumakhelwane izivivinyo ngolwesihlanu, u-matric wasesikoleni i-webbstown Combined, ecabazi, exobho, njengoba kuqhubeka umbhikisho wabazali abangeneme ngezinto ezehlukene ezenzeka esikoleni. Lokhu kuvezwe usihlalo wesigungu...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 13th March, 2026
Cover of Isolezwe

U-DJ ubonga ukubuya Kwa-israel engenamyocu

UVALO belumi ngenhla kudj wakuleli obesengcupheni yokuthelwa amachaphazelo njengoba ibambene ngezihluthu phakathi kweisrael, United States of America (USA) ne-iran. Le mpi esisesontweni layo lesibili isuswe wukugadla kwe-israel ibambisene NE-USA...

Read Full Story (Page 1)
Thursday - 12th March, 2026
Cover of Isolezwe

Bebethole ithenda ‘eyigodi lokufa’ osomabhizinisi abasocongiwe

KUSOLWA ithenda yezigidi zamarandi yokulungiswa komgwaqo u-p32 Helpmekaar wasemnambithi, ngokubulawa kosomabhizinisi ababili bakuyona le ndawo ngomgqibelo ebusuku. Isolezwe lithole ukuthi omnuz Lindokuhle Mkhwanazi (31) nomnuz Mndeni Nxumalo (43)...

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 11th March, 2026
Cover of Isolezwe

Kuzoqopheka umlando kwipre Easter Gospel Festival

INDUMEZULU yedili lomculo wokholo, ipre-easter Gospel Music Festival, izogubha ukuqeda iminyaka eyisikhombisa yasungulwa enkosi Albert Luthuli International Convention Centre ethekwini ngomashi 28 kusukela ngo-5.30 ntambama. Umgqugquzeli walo mcimbi,...

Read Full Story (Page 1)
Tuesday - 10th March, 2026
Cover of Isolezwe

Kungqongqiswe imizi yezangoma zinukwa ngokuduka kwengane

BAHLELI ngesinqe esisodwa abelaphi bendabuko abakhele imijondolo yasemarikana, ekokstad, kulandela ukushiswa kwemizi yabo wumphakathi odinwe wudaba lwengane elahlekile. Kuthiwa isiyisithupha imizi yabelaphi bendabuko eshisiwe kule ndawo kulandela...

Read Full Story (Page 1)
Monday - 9th March, 2026
Cover of Isolezwe

Ubahubhe usexoshiwe eworkshop azakhele udumo kuyo

ARIES: Mar 21 - Apr 19 NGEKE uphumelele esimweni esinzima, kungenzeka kukucasule ukukhala nokubeka uvo lwakho. Uzothola ukuthi abanye bakuthatha kancane njengoba bekugxeka nangendlela oziphethe ngayo. TAURUS: Apr 20 - May 20 UKWENZA iphutha yinto...

Read Full Story (Page 2)
Friday - 6th March, 2026
Cover of Isolezwe

Ingebhe yokugobhoza kwegazi ngenxa yokwebiwa kwemfuyo

SIMANZONZO isimo eweenen, ngaphansi kobukhosi benkosi usiphiwe Mvelase, ngenxa yokukhula mawala komkhuba wokwebiwa kwemfuyo. Lesi simo kuthiwa sesize saholela ekutheni kube khona ukusongelana phakathi kwezigodi ezihlukene ezingaphansi kwenkosi eyodwa....

Read Full Story (Page 1)
Thursday - 5th March, 2026
Cover of Isolezwe

Osaziwayo badube ichiefs esiwukudla kwenduku

ARIES: Mar 20 - Apr 20 ZINIKE isikhathi sokuthuthukisa ibhizinisi lakho. Kuningi okuhle ongakwenza ngesikhathi sakho esiseceleni ngakho-ke zimisele ngokwenza izinto eziyisa phambili ngokuba wenze izifundo ezithile ezizokulekelela kulokhu...

Read Full Story (Page 2)
Wednesday - 4th March, 2026
Cover of Isolezwe

Uzochaza ngokuyamaniswa nokudliwa kwemali yebhange kwiqophamlando

ARIES: Mar 21 - Apr 19 UNGAZITHAKASELI kakhulu izinhlelo ezithinta imali ngoba zingakujabhisa. Bhekisisa ngaphambi kokuzibophezela ukuthi yini ongayizuza nokuthi kungakanani okungakulahlekela. Lesi akusona isikhathi esihle sokugembula. TAURUS: Apr 20 -...

Read Full Story (Page 2)
Tuesday - 3rd March, 2026
Cover of Isolezwe

Uphokophele ukuba ngumlingisi ophume kwibig Brother

UNEPHUPHO lokukhuthaza intsha yangakubo enanda, ukuthi iphokophelele amaphupho ayo ulangelihle "Ilano" Gumede, ophume ngenxa yevoti elincane ohlelweni i-big Brother Mzansi. U-ilano wasenanda nobengakufihlile ukuthi washintsha ubulili bakhe, uthe yize...

Read Full Story (Page 1)
Monday - 2nd March, 2026
Cover of Isolezwe

Impicabadala ngomlilo obhubhise inqwaba yezihlobo

USAZINWAYA amakhanda ngokuthi udalwe yini umlilo obhubhise izihlobo zawo, omunye wemindeni emithathu kwebhujelwe abayisishiyagalombili ngomgqibelo. Ezigamekweni ezimbili ezenzeke ezindaweni ezimbili ezehlukene esifundazweni, kushone...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 27th February, 2026
Cover of Isolezwe

Bekugqame imvunulo nemisiko yekhethelo kuvulwa isishayamthetho

ABAPHOXANGA abahlonishwa, izivakashi nabasendlunkulu ngesikhathi kuvulwa isishayamthetho sakwazulunatal, emgungundlovu, izolo. Usuku lokuqala luvulwe yingonyama yamazulu, isilo umisuzulu kazwelithini. Bekudlisa ingqephu abanye bevunule. Kube...

Read Full Story (Page 2)
Thursday - 26th February, 2026
Cover of Isolezwe

Isikole echilweni lothisha ‘ababhubhisa abafundi ngocansi’

BAVUTHA bengabaselwe abazali babafundi besikole sasemgababa, umnganiwakhe High, bekhala ngedimoni lothisha abasolwa ngokuzitika ngocansi nabafundi. Bathi lokhu sekubami emphinjeni manje futhi kumele kuphele nje nya, ngale kwalokho basonge ngokuthi...

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 25th February, 2026
Cover of Isolezwe

Umogotsi uyaphikelela nokuthi isilo nomkhwanazi basebenzisana NE-CIA

USOMABHIZINISI ozibiza ngenhloli, umnuz Brown Mogotsi, usephinde wagcizelela izinsolo zakhe zokuthi ukhomishana wamaphoyisa Kwazulu-natal, ult-general Nhlanhla Mkhwanazi nengonyama yamazulu, isilo umisuzulu kazwelithini, basebenzisana nophiko...

Read Full Story (Page 1)
Tuesday - 24th February, 2026
Cover of Isolezwe

‘Sekuyisikhathi sokwakha ubumbano endlunkulu’

OKHULUMELA isilo, umntwana uthulani kagqikazi Zulu, usihlalo womkhandlu wesilo, Inkosi Zuzifa kamangosuthu Buthelezi, undunankulu kazulu, umfu Thulasizwe Buthelezi, umntwana uthuthukani kamcwayizeni Zulu nephini likandunankulu kazulu, Inkosi...

Read Full Story (Page 1)
Monday - 23rd February, 2026
Cover of Isolezwe

Ingebhe ngabagcinwe bephuza kuhlasela izikhukhula

ITHI seyakhuluma nezinhlaka zikahulumeni kwaze koma amathe, imindeni eyisishiyagalolunye yasemzomusha, Kwabester, enanda, ngomhosha ovele ugcwale amanzi, kumbozeke izindlu uma kuke kwana imvula enamandla. Le mindeni isho kanje izolo, ngesikhathi...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 20th February, 2026
Cover of Isolezwe

Othisha kuthiwa badube ukufundisa bekhala ngamakhamera emakilasini

KUPHAZAMISEKE uhlelo lokufunda nokufundisa esikoleni umkhumbane Secondary, emayville, ethekwini, ngenxa yesenzo sothisha abawu20 bakulesi sikole abadube umsebenzi bekhala ngokufakwa kwamakhamera - okusolwa ukuthi afakwe wuthishanhloko wakulesi sikole...

Read Full Story (Page 3)
Thursday - 19th February, 2026
Cover of Isolezwe

Ngabe ‘sahlala isisu’ endlini kabig Brother?

SIBI isimo phakathi kwezithandani, ezaba sezinhliziyweni zabaningi ngesikhathi zibonakala ohlelweni ibig Brother Mzansi ngonyaka odlule. U-akhonamathemba Mbhele odume ngelikasweet Guluva no-ashley Ogle, baphendulane kabi ezinkundleni zokuxhumana...

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 18th February, 2026
Cover of Isolezwe

Umaskanda ‘ubulewe ngosbari’ emqashweni

UMCULI kamaskandi, ichwane Lebhaca, uthi ufuna ubulungiswa kuboshwe abalisa abashaye babulala indodana yakhe ngensimbi ekhanda, ngoba beyithole ihleli nodadewabo akade ineminyaka ithandana naye futhi benengane. Uzweliyanda Mtshali (36), obedume...

Read Full Story (Page 1)
Tuesday - 17th February, 2026
Cover of Isolezwe

Amakhosi agunyazwe ukuqinisekisa omazisi nezitifiketi

UNDUNANKULU wakwazulu-natal, umnuz Thami Ntuli, inhloko yomnyango wezokuphepha Kwazulu-natal ebambile, unkk Nokuthula Khanyile, ukhomishana wamaphoyisa Kwazulu-natal, ulieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi, nosihlalo wabaholi bomdabu Kwazulu-natal,...

Read Full Story (Page 1)
Monday - 16th February, 2026
Cover of Isolezwe

Kusolwa eyempesheni kobeduve nesidumbu izinsuku endlini

KUNEZINSOLO ezithi ubefuna ukuqhubeka ahole imali yempesheni kaskwiza wakhe, owesifazane wasemgababa, okuthiwa uhlale nesidumbu sikamufi izinsuku, saze saqala ukonakala. Kulesi sigameko kusize amadoda endawo akade esecelwe ukuthi azombela umgodi ukuze...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 13th February, 2026
Cover of Isolezwe

Imibuzo kudutshulwa uMshumayeli ngezinhlamvu ezingu-15

LUYINDABA egudwini kumalungu omphakathi wasehammarsdale, udaba lokudutshulwa ngoyaba lwezinhlamvu eziwu-15 kukamshumayeli webandla lamaweseli elikhona kule ndawo. Kuvela ukuthi unkk Lindiwe Dlamini (65) udutshulwe esemotweni nabanye besifazane...

Read Full Story (Page 1)
Thursday - 12th February, 2026
Cover of Isolezwe

Ube yivulandlela ngokuhlonishwa ngesikhungo sezemidlalo

UKHUTHAZA intsha emnyama efunda ezikoleni ezixube izinhlanga ukuthi ingazibambezeli yenze konke engakwenza, ibonakale ezintweni ezihlukene zokuzijabulisa esikoleni unksz Sinenjabulo Zungu, osanda kuhlonishwa ngesikhungo sezemidlalo yisikole ist Mary’s,...

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 11th February, 2026
Cover of Isolezwe

Ithemba ngokuphela kwesifo sechiefs kowecaf

YIZE ikaizer Chiefs ingawadingi kangako amagoli ukuze idlulele kuma-quarterfinal ecaf Confederation Cup kodwa uma leli qembu lasenaturena, lingaqala kule mpelasonto ukwelapha isifo sokugqoza kwawo lingangena ligijima ezweni lesethembiso. Ichiefs...

Read Full Story (Page 1)
Tuesday - 10th February, 2026
Cover of Isolezwe

Izitshudeni zivuke indlobane ngosabise ngesibhamu esikhungweni

ZITHUKUTHELE maqede zabhikisha izolo ngaphandle kwesikhungo semfundo ephakeme, icoastal KZN TVET College, kwa-v, emlaza, izitshudeni ezinqaba ukuhlaliswa ezindaweni ezingazifuni. Ngokusho kwesinye sezitshudeni ebezibhikisha, esicele ukungadalulwa...

Read Full Story (Page 1)
Monday - 9th February, 2026
Cover of Isolezwe

Kumapeketwane I-ANC imisa amakhansela agolozayo

KUXABENE ubendle kumasipala wasempendle, okumiswe kuwo amakhansela amane okukhona kuwo imeya nosomlomo abasanda kukhethwa. Kubukeka zisekude ukuphela izinkinga ezikhungethe lo mkhandlu ohlulwa ukuholela abasebenzi njengoba I-ANC inqume ukumisa...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 6th February, 2026
Cover of Isolezwe

Umlingisi ovelele uqwashisa abesifazane ngamakhemikhali okuzicwala

UMLINGISI, ugail Mabalane, useveze ukuthi abesifazane kumele bazame ukwehlisa ukusebenzisa amakhemikhali ezintweni ezihlukene abazisebenzisa emizimbeni yabo. Ukusho lokhu ekhuluma nesolezwe, njengoba manje yena esenemikhiqizo yakhe yokugcoba...

Read Full Story (Page 2)
Thursday - 5th February, 2026
Cover of Isolezwe

Isendlalelo secape Town Jazz ngedili E-UKZN

Uma uzizwa unokungabaza yingoba awuzilungiselelanga ngokwanele ukubhekana nesimo esiphambi kwakho. Kungenzeka ukuthi uzinikele ngokushesha nangaphandle kokucabangisisa noma uphoqiwe ukuba uthathe umsebenzi noma wamukele inselelo. SAGITTARIUS: Nov 23 -...

Read Full Story (Page 2)
Wednesday - 4th February, 2026
Cover of Isolezwe

Imbongi ‘izokwelapha abantu’ ngedili lezinkondlo nomculo

ARIES: Mar 22 - Apr 21 Ufuna ukusuka lapho uhlala khona. Leli kuzoba yithuba elihle lokuthi wazi kabanzi ngendawo ofuna ukuhlala kuyona. Zama ukukhuphula izinga lokungcebeleka kanye nemfundo esemqondweni wakho. TAURUS: Apr 22 - May 21 Jabula ngoba...

Read Full Story (Page 2)
Tuesday - 3rd February, 2026
Cover of Isolezwe

Kucasuke abasenigeria utyla ewina kumagrammy

ARIES: Mar 21 - Apr 21 Ukusebenza nokucabanga kanzima kuzokulethela udumo nenhlanhla. Susa okubi okusemqondweni wakho. TAURUS: Apr 22 - May 21 Bhekana nebhizinisi kanye nezinhloso zomsebenzi njengoba kusahamba kahle empilweni yakho. Bhekisisa izifiso...

Read Full Story (Page 2)
Monday - 2nd February, 2026
Cover of Isolezwe

Uvaleliswe ngomculo umandla ‘Njinji’ Magwaza

OWAYENGUMSAKAZI wokhozi FM, umandla "Njinji" Magwaza, uvaleliswe ngesizotha enkonzweni obekudunyiswa kuqhululwa namancoko kuyo ebisezinkundleni zemidlalo etafuleni, enanda, ngomgqibelo ekuseni. Unjinji (41) ushone ngomgqibelo, emuva kokugula. Ushiye...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 30th January, 2026
Cover of Isolezwe

Unjinji uyishiye ezinganeni imbewu yokuphoqa nokuphikelela

UCHAZWE ngokuthi ubewumuntu ophikelelayo nophoqa ukuthola nokufeza zonke izinto ezinhle nabezifisela zona empilweni owayengumsakazi nomdidiyeli wezinhlelo zokhozi FM, umandla “Njinji” Magwaza (ongasekho emhlabeni), okuvele izindaba zokushona kwakhe...

Read Full Story (Page 2)
Thursday - 29th January, 2026
Cover of Isolezwe

Owe-afro pop ukhuthaza abesifazane ‘ukuzibika’ kwababathandayo

ARIES: Mar 21 - Apr 20 Lindela ukungaboni ngaso linye okuzoba khona ekhaya lakho, ikakhulukazi phakathi kwakho nesihlobo esingaboniseki kalula. Kuzoba nokuqagulisana okuzophazamisa izinhlelo zomndeni. Akekho ozophuma phambili kule ngxabano. TAURUS:...

Read Full Story (Page 2)
Wednesday - 28th January, 2026
Cover of Isolezwe

Imvunge ngokungenisa kwe-ai emculweni

SEKUTHATHA imizuzwana ukwenza ingoma ekulungele ukujatshulelwa ngabantu usebezinzisa ubuchwepheshe be-artificial intelligence (AI), nokuyinto eqhubeka nokuqubula imvunge emkhakheni wezomculo. I-AI uyitshela ukuthi ayenze ingoma ekhuluma ngani, uma...

Read Full Story (Page 2)
Tuesday - 27th January, 2026
Cover of Isolezwe

Kuvela okushaqisayo ngokufa kweqembu lomaskanda

ARIES: Mar 21 - Apr 19 ZINIKE isikhathi sokucabanga ukuthi ufunani. Lesi yisikhathi sokubhekana neqiniso empilweni yakho. Udinga ukuhlela kahle ukuthi uzokwenzani. TAURUS: Apr 20 - May 20 INHLOKO yakho kungenzeka ivinjwe yimiphumela yobungani...

Read Full Story (Page 2)
Monday - 26th January, 2026
Cover of Isolezwe

Ichiefs ibuyise isithunzi inqoba owecaf

KUBUYE ukuzethemba kwikaizer Chiefs ngesikhathi iqoqa amaphuzu agcwele okokuqala kwicaf Confederation Cup ngokunqoba KWIZESCO United emdlalweni ka-group D izolo ntambama, elevy Mwanawasa Stadium, endola, ezambia. Kuwathathe imizuzu emibili ukuthi...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 23rd January, 2026
Cover of Isolezwe

Undoni uqhakambise ugandaganda ogqame ngokubhikla ingoma

ARIES: Mar 21 - Apr 20 Qiniseka ukuthi isimo sakho semali sivikelekile ngokuyeka okungenasidingo nokungazenzi izikweletu. Uzozisola ngokwenza ubulima uma uzama ukuthenga okuyinani eliphezulu. Ungayisebenzisi budlabha imali yakho. TAURUS: Apr 21 - May...

Read Full Story (Page 2)
Thursday - 22nd January, 2026
Cover of Isolezwe

Ingozi ngabakhe phezu kwewa

AKWAZI muntu ukuthi behla kanjani ubuthongo kwabahlala emijondolo eyakhiwe onqenqemeni lewa elingaku-alpine Road, espringfield, ethekwini. Yize laba bekhala ngokweswela imisebenzi okubenza bagcine sebebeka impilo yabo engcupheni, kodwa akucaci ukuthi...

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 21st January, 2026
Cover of Isolezwe

Ufongqe isigqoko kumculi owepiano Pulse

ARIES: Mar 21 - Apr 21 Kunezikhathi lapho kumele usebenze sakuphindela emuva, kumele usebenzise leyo ndlela uma ufisa ukuphumelela. Zama ukuhlela ukuthi uphinde ekuqaleni lapho uqale khona bese uqala kabusha. TAURUS: Apr 21 - May 20 Yisikhathi...

Read Full Story (Page 2)
Tuesday - 20th January, 2026
Cover of Isolezwe

Owamapiano uziqhathe nojulius Malema

ARIES: Mar 22 - Apr 21 Gxila emsebenzini nasezinhlelweni ezinkulu. Ikhefu lokuya etiyeni nokuncokola nozakwenu basemsebenzini kubekele esinye isikhathi ugxile kokubalulekile. Ukuhlanganyela nabangani kuhlelele isikhathi lapho uzobe usuphumile...

Read Full Story (Page 2)
Monday - 19th January, 2026
Cover of Isolezwe

Amakholwa ababaza ‘isihawu’ ngombhishobhi ophunyule egcwelezwa

BEKUNGESIKHO okokuqala umbhishobhi wamasheshi ezululand, i-anglican Church of South Africa, esinda ebhekene nombhobho wesibhamu njengoba ephinde wadunwa imoto ngolwesihlanu. Kuhlaluka ukuthi eminyakeni edlule, umbhishobhi Victor Mnculwane, ngesikhathi...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 16th January, 2026
Cover of Isolezwe

UNaledi Aphiwe uhlela ukungenisa nakwamanye amazwe

UMCULI wasenanda unaledi Aphiwe uhlela ukukhipha umculo omningi kulo nyaka kanjalo ne-albhamu yakhe yokuqala. Unaledi, ongumculi we-afro-pop oneminyaka engu-19, usememezele ukuthi ufuna ukudlondlobala emculweni. “Kulo nyaka ngifuna ukukhipha umculo...

Read Full Story (Page 2)
Wednesday - 14th January, 2026
Cover of Isolezwe

Basabisa ngokuduba Impucuzeko ngenxa katshatha

BASABISA ngokuduba Impucuzeko Maskandi Festival abangeneme ngokuhoxa komsakazi wokhozi FM, ukhathide "Tshatha" Ngobe kule ndumezulu yomcimbi. Ukumemezela kukatshatha ukuthi usethi khumu kulo mcimbi, akwehlanga kahle emabhinceni amaningi kangangoba...

Read Full Story (Page 2)
Monday - 12th January, 2026
Cover of Isolezwe

Zizovulwa kumapeketwane izikole E-KZN

ZIZOVULWA kumapeketwane ezinye zezikole Kwazulu-natal, ezingenaso i-stationery kanjalo nemali eqhamuka emnyangweni wezemfundo esifundazweni, eyaziwa ngama-norms and standards. Lokhu kwenze inyunyana yothisha isadtu yanquma ukuya enkantolo ukuze iphoqe...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 9th January, 2026
Cover of Isolezwe

Bebefuna ngodli imali yokuvikela abathelwe othulini amaphoyisa

BEKUQHUMA isililo emalungwini emindeni yabafile kudutshulwana namaphoyisa enanda. Laba abahlanu abashonile basolwa ngokuhlalisa lubhojozi umphakathi ngokuwukhokhisa imali yokuvikela

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 7th January, 2026
Cover of Isolezwe

Umshana ‘usoconge’ umalumekazi kubangwa ifa

KUTHIWA ubefuna ngodli ifa likamalume wakhe okuthiwa udubule wabulala umalumekazi ebhukhanana, empangeni, ngolwesihlanu. Kulesi sigameko, okuthiwa senzeke ekhaya, kufe unkk Zethu Mzelemu, kwaphinde kwalimala umzukulu wakhe, okuthiwa udubuleke...

Read Full Story (Page 1)
Tuesday - 6th January, 2026
Cover of Isolezwe

Owebafana uzibona eyenzele phansi kwi-afcon

OMUNYE wabadlali abangaconsi phansi kubathandi bakanobhutshuzwayo waseningizimu Afrika, urelebohile Mofokeng, ukwamukele ukuthi ube nesandla ekutheni ibafana Bafana iwashe ijezi esigabeni se-last 16 ye-africa Cup of Nations (Afcon). Umofokeng uqale...

Read Full Story (Page 1)
Monday - 5th January, 2026
Cover of Isolezwe

Ingxabano ikhiphe izidumbu bebuya embondweni

USATHUTHUMELA umndeni wasebangibizo, emthwalume, ngowesilisa obuye wazobulala abomndeni ababili, kulandela ingxabano eyenzeke emgwaqweni ngomgqibelo. Kuthiwa umnuz Siboniso Mteshane (31) nomzala wakhe umnuz Kwanele Gumede (33), badutshulelwe ekhaya,...

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 31st December, 2025
Cover of Isolezwe

Izolala ibonene kubalaleli bokhozi nabegagasi

NAMUHLA kunamuhla kubathandi bobumnandi bakwazulu-natal, njengoba kunoxhaxha lwemicimbi emadolobheni akulesi sifundazwe. Ngakho abanye abathandi bobumnandi abazi bawabhekise kuphi amabombo. Ngaphandle kwemicimbi, izindlebe zizobe zilindele impi...

Read Full Story (Page 2)
Tuesday - 30th December, 2025
Cover of Isolezwe

Owamapiano usolwa ngokuduba ukucula ngoba bemncinshe utshwala

ABEBEHAMBELE umcimbi i-itsoseng Delicious elooks Lounge (Spring Wave) elooks Lounge, emabopane, epitoli, ngesonto eledlule, babuyele emakhaya bephoxekile emuva kokungayiboni intandokazi yomculo wamapiano ubabalwa M Mavuso. Esitatimendeni...

Read Full Story (Page 2)
Monday - 29th December, 2025
Cover of Isolezwe

Hlangana Mzansi

IBAFANA Bafana idinga amaphuzu amathathu kwizimbabwe ukuze iqinisekise indawo kwi-last 16 ye-africa Cup of Nations (Afcon). La mazwe azogadulisana emdlalweni wokugcina weqoqo ugroup B emarrakech Stadium, emorocco, namuhla ngo-6 ntambama

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 24th December, 2025
Cover of Isolezwe

Imicimbi wayawaya EKZN

INYAMAZANE izobe iphekwa ngomhluzi wenye kwezobumnandi Kwazulu-natal, kusukela namuhla kuze kulamule unyaka ozayo. * Ziyenzeka kwi-4th Mtubatuba Garden Experience ezinkundleni zakwamsane, kusukela ngo-12 emini. Kuzobe kunandisa OTDK Macassette, QB...

Read Full Story (Page 2)
Tuesday - 23rd December, 2025
Cover of Isolezwe

BEKUNZIMA

ezihlotsheni zabantu abamuke nolaka lwamanzi ngezikhukhula zakuthangi emanzimtoti ngesikhathi kutholwa esinye sezidumbu izolo

Read Full Story (Page 1)
Monday - 22nd December, 2025
Cover of Isolezwe

Uhlanze iqiniso ‘obulale’ isitshudeni wasigqiba ngepotimende

KUSIZE ukuthi uqashe umphenyi ozimele umndeni waseroosboom, emnambithi, okwenze sigcine sitholakele sigqitshwe ngepotimende emgodini ongashoni isidumbu sothandiweyo wawo. Isidumbu sikazinhle Mchunu (23) obenza unyaka wokugcina ezifundweni zobuthishela...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 19th December, 2025
Cover of Isolezwe

UMPHATHISWA

wezokuthuthukiswa komphakathi unksz Mbali Shinga onqunyelwe ugwayi katiki yiqembu elimjube esishayamthetho. I-NFP ifuna achaze ukuthi kungani eshaye indiva umyalelo weqembu wokuba aseke isiphakamiso sokungabethembi ubuholi bukandunankulu umnuz Thami...

Read Full Story (Page 1)
Thursday - 18th December, 2025
Cover of Isolezwe

Kufezeke iphupho lomsakazi wodumo lokuthatha isithembu

LIGCINE lifezekile iphupho lokuthatha isithembu lomsakazi wegagasi FM, ufelix Hlophe. Lokhu kulandela ukuthi ngolwesibili, unkosikazi wakhe wesibili akade eyomlobola, u-ayanda Bhengu, efake i-video ekhombisa okade kwenzeka ngosuku lomcimbi. Isolezwe...

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 17th December, 2025
Cover of Isolezwe

Izinsolo zokungaziphathi kahle kogwaze isoka lafa

Kokuthiwa USOLWA ukungaziphathi kahle kowesifazane ugwaze isoka lakhe lafa ecato Crest, emayville, ngolwesihlanu. Kulesi sigameko kubulawe ngesihluku umnuz Thalente Ngcobo (36), okuthiwa ugwazwe ngesikele yisinqamdamathe (29) sakhe esingeke...

Read Full Story (Page 1)
Monday - 15th December, 2025
Cover of Isolezwe

Itshe limi ngothi ngohulumeni wobumbano E-KZN

Aesiphakamisweni KWAZIWA ukuthi kuzogcina bani sokungabethembi ubuholi bukandunankulu wakwazulunatal, umnuz Thami Ntuli, esifakwe yimk Party eholwa owayengumengameli, umnuz Jacob Zuma. Kuzophela amaphupho uma amalungu esishayamthetho esevotela...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 12th December, 2025
Cover of Isolezwe

Isasasa kuvela okokuqala umakoti kakhuzani

Kzentokazi UBE nesasasa kuvela okokuqala izithombe yasemanyiseni, Kwamhlabuyalingana, unonduduzo Mathenjwa izolo, obophe elikasofa silahlane nomculi kamaskandi ukhuzani Mpungose. Ukhuzani wasemandaba, enkandla, ubophe elikasofa silahlane endaweni...

Read Full Story (Page 1)
Thursday - 11th December, 2025
Cover of Isolezwe

INDODAKAZI

kamengameli Jacob Zuma ongumholi we-mk Party, unksz Brumelda Zuma, ngesikhathi ifungiswa njengelungu elisha elizomela leli qembu ephalamende izolo. Unksz Zuma ufungiswe kanye nozakwabo omnuz Phumlani Kubukeli, Nksz Harriet Radebe nomnuz Bongani Mkongi

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 10th December, 2025
Cover of Isolezwe

Unyazi alusafuni ukuphanyekwa kufacebook

UMHOLI wamanazaretha ohlangothini lwasebuhleni, Inkosi Mduduzi "Unyazilwezulu" Shembe, usekhiphe umyalelo ovimba amalungu aleli bandla ukuba anameke izithombe zakhe ezinkundleni zokuxhumana. Isolezwe lithole ukuthi Unyazi lufuna kuthathelwe...

Read Full Story (Page 1)
Tuesday - 9th December, 2025
Cover of Isolezwe

Iyisilonda kuxolile eyokungabi naye umntwana

‘Akodwa BANTU bayongikhumbula ngomsebenzi wami wokulingisa anginayo ingane eyoqhuba igama lami..." Usho kanje umlingisi ongukhanyi Adesina kwiblood Legacy kwinetflix, uxolile Tshabalala ngesikhathi enengxoxo ekhethekile ne-702. Uxolile (48) uthe...

Read Full Story (Page 1)
Monday - 8th December, 2025
Cover of Isolezwe

I-ORLANDO

Pirates imvalelise ngenjabulo umdlali wayo, umbekezekeli “TLB” Mbokazi, iwina indebe yecarling Knockout yehlula imarumo Gallants kowamanqamu epeter Mokaba Stadium, epolokwane, ngomgqibelo. Lapha ubevaleliswa yisikhulu, umpumi Khoza, esiyindodana...

Read Full Story (Page 1)
Friday - 5th December, 2025
Cover of Isolezwe

U-ouaddou ethubeni lerekhodi kwipirates ngecarling

UKUDANGALA nezinyembezi zabalandeli ezigobhoze ngesikhathi kuhamba umqeqeshi we-orlando Pirates, ujose Riveiro, kubukeka sizokwesulwa ngokuphelele uma u-abdeslam Ouaddou ephumelela ukuwinisa leli qembu indebe yecarling Knockout esiliphunyuke...

Read Full Story (Page 1)
Thursday - 4th December, 2025
Cover of Isolezwe

Iyisilonda kwabebucs eyeshobolo kwicarling Knockout

UKAPUTENI we-orlando Pirates, unkosinathi “Bhodlela” Sibisi, uvule isifuba ngesibhobo sokuhlulwa yisicoco secarling Knockout esijuqa leli qembu lasesoweto elinomdlalo wamanqamu wefak’ Ugesi nemarumo Gallants ngomgqibelo ngo-6 ntambama, epeter Mokaba...

Read Full Story (Page 1)
Wednesday - 3rd December, 2025
Cover of Isolezwe

Izinhloli zibambe ‘abetulo lokusoconga ijaji’ kwelikameyiwa

KUSHAQWE iqoqo lamadoda asolwa ngokuba yizinkabi ayophonswa imibuzo kulandela ukuthi amaphoyisa ethole ngetulo lokusocongwa kwabantu ababalulekile ecaleni lokubulawa kukasenzo Meyiwa. Okhulumela amaphoyisa kuzwelonke, ubrigadier Athlenda Mathe, uthe...

Read Full Story (Page 1)
Tuesday - 2nd December, 2025
Cover of Isolezwe

Upearl Thusi ukhiphe ingoma yama-piano

INTANDOKAZI yomlingisi ebuye ibe ngumethuli wezinhlelo zethelevishini, upearl Thusi, isidalule ukuthi ukungena emculweni ngenye yezinto ekhule iyifisa, kodwa ebinovalo isaba ukuphoxeka uma kwenzeka ingamukeleki kahle. Upearl usho njalo njalo...

Read Full Story (Page 1)