Ilanga
Kwehlukene imibono kubahlaziyi ngesimo seMK Party
Umhlaziyi ozinze e-University of KwaZulu-Natal (UKZN), uMnu Zakhele Ndlovu, uthi ngendlela okwenzeka ngayo, selokhu iMK Party isunguliwe, sekucacile ukuthi kayikaze ibe yiqembu lepolitiki, kodwa “iyixhiba” likaMengameli Jacob Zuma. “UMsholozi,...
Read Full Story (Page 2)UHlabisa uthi ukujabulele ukubona intsha ingenela izikhundla zobukhansela
UKHUTHAZE ubumbano emaqenjini ezepolitiki uMengameli we-IFP, uMnu Velenkosini Hlabisa, ngesikhathi ehambela izikhungo zokubhalisela ukuvota eThekwini namaphethelo. UHlabisa obehambisana nabaholi abahlukene baleli qembu, uzwakalisa ukujabula ngalokhu...
Read Full Story (Page 2)Kukhuthazwa abavoti ukuba bangalishalazeli ithuba lokugcina, lokubhalisela ukuvota
INHLANGANO eyengamele ezokhetho kuleli i-Electoral Commission (IEC), inxuse izakhamizi ukuba zisebenzise ithuba lokugcina lokubhalisela ukuvota ngomhla ka-1 no 2 kuNcwaba (August). Lokhu kuvele ngesikhathi isikhulu esiphezulu se-IEC, uMnu Sy Mamabolo,...
Read Full Story (Page 2)Kuzoncishiswa isibalo sabokufika abafuna ukubuyela emazweni abo
UHULUMENI waseNingizimu Afrika, uthi uzokwehlisa isibalo sabokufika abafisa ukubuyela emazweni abo, abagcinwe endaweni yesikhashana eMusina, eLimpopo. Lokhu kuvezwe nguSihlalo wekomidi lesikhashana elibhekelele abokufika, onguNgqongqoshe...
Read Full Story (Page 2)I-DA ifaka usawoti esilondeni sikaMcKenzie
ZIYAQONGA izinkinga ngemuva kweNdebe yoMhlaba yebhola likanobhutshuzwayo kuNgqongqoshe wezobuCiko namaSiko nezemiDlalo eNingizimu Afrika, uMnu Gayton McKenzie emuva kokuvela kwezinsolo zokwephula umgomo wokusebenza kwehhovisi lakhe, ngokusetshenziswa...
Read Full Story (Page 2)KUBONGWE IGALELO LEZIZINDA ZOMNOTHO ZASENINGIZIMU AFRIKA
BASHAYELE ihlombe izizinda zokukhiqiza umnotho zaseNingizimu Afrika (Special Economic Zones-SEZs) ngokuvula amathuba emisebenzi, osomabhizinisi bakuleli nezikhulu zepolitiki. Lokhu kwenzeke ngesikhathi kuqhubeka ingqungquthela yezinsuku ezimbili,...
Read Full Story (Page 2)Ukugembula okuhle wukulanda uZandile kwiMKP - umhlaziyi
KUWUKUGEMBULA okuhle kwezepolitiki okwenziwe yiMK Party, ukulanda uNkk Zandile Gumede (osesithombeni) ukuba abe yilungu, futhi elisesikhundleni kuleli qembu. Lokhu kuvezwe ngumhlaziyi wezepolitiki uMnu Thobani Zikalala, ngemuva kokuba ekuqaleni...
Read Full Story (Page 2)“INingizimu Afrika akulona izulu elincane lokucasha izigebengu”
UHULUMENI waseNingizimu Afrika uyazihlangula ekuhlinzekeni abokufika abalinde ukuphindiswa emazweni abo ngezinsiza ezifana nokudla, okokugqoka nokunye. Lokhu kuvezwe nguNgqongqoshe wezoBulungiswa nokuThuthukiswa koMthethosisekelo kuleli, uNkz...
Read Full Story (Page 2)Kucaciswa ngomasipala ababanjelwe imali
IHHOVISI likamgcinimafa licacisa izizathu eziholele ekubanjelweni komasipala abawu-69 imali. Leli hhovisi liveze lezi zizathu ngoLwesithathu ekuseni, lapho izikhulu zalo mnyango ziphendule imibuzo yabaningi ngokubanjelwa kwalabo masipala isabelomali...
Read Full Story (Page 2)IDowns isanesilonda ngokugilwa yiBucs
USANESILONDA esibhibhayo uMiguel Cardoso (okwesingezansi) ongumqeqeshi weMamelodi Sundowns ngokuhlwithwa yi-Orlando Pirates isicoco seBetway Premiership ngemizuzu yokugcina ngesizini edlule. IPirates kayigcinanga nje ngokuthatha iligi kwiDowns, kodwa...
Read Full Story (Page 2)Imvunge ngohambo lukaZuma lwase-India
UMENGAMELI weMK Party, uMnu Jacob Zuma, uthi unethemba lokuthi iqembu lakhe lizowudla umhlanganiso okhethweni lohulumeni basekhaya lwangomhla ka-04 kuLwezi (November). UZuma ubekhuluma kwi-video equbule imvunge ezinkundleni zokuxhumana, lapho kubikwa...
Read Full Story (Page 2)Kulindeleke izinkumbi emashini eThekwini
ABAHLELI bombhikisho wokuxosha abokufika abasezweni ngokungemthetho, bathi uyaqhubeka umbhikisho njengokuhleliwe eThekwini, kusasa ngoLwesibili, okuwusuku olwalubekwe “njengomnqamulajuqu”, olukade lwamenyezelwa. Lolu wusuku olwabekwa yizishoshovu...
Read Full Story (Page 2)Undunankulu nomnqamlajuqu wokuhlinzekwa kwamanzi eKZN
UNDUNANKULU waKwaZulu-Natal, uMnu Thami Ntuli ubeke umnqamulajuqu womhla ka-30 kuMandulo (September) 2026, ukuthi zibe sezilungisiwe zonke izinkinga ezivimba ukuthi abantu bakulesi sifundazwe bathole amanzi, ngesikhathi ekhuluma engqungqutheleni...
Read Full Story (Page 2)I-NFP kayeneme ngesinqumo sejaji, odabeni lukaMbali Shinga
INATIONAL Freedom Party (NFP) ikhala ‘ngokuchema’ kwejaji elikhiphe isinqumo sesikhashana, sokubuyisela esikhundleni uNkz Mbali Shinga (osesithombeni), njengoba ithi kayinikwanga ithuba lokuziphendulela, futhi ibizelwe enkantolo isinqumo...
Read Full Story (Page 2)ITheku liphuthumisa uhlelo lokusiza “abafuna ukugoduka”
UMASIPALA weTheku uthi kuphoqeleke ukuba ungenelele odabeni lwabantu baseMalawi ababalelwa ku-8 000, abebeqhingqe ngaphandle kwehholo eSherwood, eThekwini, ukugwema inhlekelele njengoba bese bebaningi kakhulu. Ikhuluma nabezindaba izolo ngoLwesithathu...
Read Full Story (Page 2)Luqalile olokubuyisela abaseNigeria emakubo
LUQALILE uhlelo lokubuyisela emuva abantu baseNigeria abazinze kuleli ngokungemthetho, njengoba bebalelwa ku-270 abagodukisiwe izolo ngoLwesithathu. Ngokubika kweNews24, uhulumeni waseNigeria uthe babalelwa ku-500 abantu bakhona abazinze eNingizimu...
Read Full Story (Page 2)Ulume ephephetha uRamaphosa odabeni lwabokufika abakuleli
UMENGAMELI uCyril Ramaphosa (osesithombeni), uxwayise ngokuthi akekho ovumeleke ukuhlola amaphepha abokufika kuleli, ngaphandle kwabasemthethweni, okungamaphoyisa nabasebenza eMnyangweni wezaseKhaya. Ukusho lokhu enkulumweni ebibhekiswe esizweni,...
Read Full Story (Page 2)Ukhala ngochwepheshe bezolimo abangayisizi ngalutho imiphakathi
UUNgqongqoshe wezoLimo nokuThuthukiswa kweziNdawo zasemaKhaya, eKZN, uNkk Thembeni kaMadlophaMthethwa, (osesithombeni), uthi kuyamthukuthelisa ukuthi kunochwepheshe emkhakheni wezolimo abaqashwe wumnyango wakhe, kodwa okungabonakali ukuthi benzani...
Read Full Story (Page 2)UMbali Shinga ulufaka enkantolo olokuxoshwa kwakhe kwiNFP
USETHATHE isinqumo sokulufaka enkantolo udaba lokuxoshwa kwakhe kwiNFP (National Freedom Party), uNkz Mbali Shinga obenguSihlalo weqembu, ophinde abe nguNgqongqoshe woMnyango wezoThuthukiswa kwaBantu KwaZulu-Natal. Lokhu kuza ngemuva kokuba isigungu...
Read Full Story (Page 2)I-IEC nomkhankaso oqinisa ukuvota
IZOQINISA umkhankaso wokufundisa nokuqwashisa umphakathi ngokubaluleka kokuvota ikhomishini eyengamele ukhetho kuleli, i-Independent Electoral Commission (IEC). Lokhu kuvele izolo ngoLwesithathu ngesikhathi le khomishini yethula ngokusemthethweni...
Read Full Story (Page 2)Isikhulu seTheku sicacisa ngezinkinga ezihaqe umasipala
INXUSE izakhamizi zaseNingizimu Afrika ukuzinika isikhathi zithole ulwazi lomsebenzi womasipala nokwehluka kwemisebenzi eyenziwa yiziphathimandla zabo imenenja yeTheku, uMnu Musa Mbhele (esesithombeni). UMbhele usho lokhu ngesikhathi ekhuluma...
Read Full Story (Page 2)Sekuyacaca ngekomidi elizophenya olwasePhala Phala
SELUYA ngasemaphethelweni uhlelo lwamaqembu awu16, asePhalamende lokuhambisa amagama amalungu awo azowamela ekomidini elizophenya umengameli wezwe uMnu Cyril Ramaphosa, ngodaba lwasePhala Phala. La maqembu abekelwa nguSomlomo wePhalamende uNkk Thoko...
Read Full Story (Page 2)Kwenziwe izinguquko ezintsha kwiMK Party
Kulolu hlaka olusunguliwe, umholi walo, kuzoba yiPhini likaMengameli weqembu, uDkt Mandlakayise John Hlophe, UMengameli weqembu, uZuma, uthe uhlaka olusha, luzohlela ukusungulwa kweNational Executive Committee (NEC), okuyiyona ezolawula iqembu...
Read Full Story (Page 2)Sisebumnyameni isizwe sakwaQwabe eNkwenkwezini
SEHLELWE wumshophi wokushiywa yinkosi yaso, isizwe sakwaQwabe, eNkwenkwezini, ngaphansi koMkhandlu wesiFunda iLembe. INkosi uBonokwakhe Prince Gumede (67) (esesithombeni), ikhothame ngoLwesibili, ngemuva kokudunguzela isikhathi esifushane. Okhulumela...
Read Full Story (Page 2)‘Ukubhalisa kuwukhiye wokuvula ilungelo lokuvota’
UKHUMBUZE izakhamizi zakuleli ngokubaluleka kokubhalisela ukuvota nokuvota uMengameli weqembu iNkatha Freedom Party (IFP), uMnu Vele- nkosini Hlabisa. UHlabisa ubekhuluma ngempelasonto ngesikhathi i-IFP yethula ngokusemthethweni uhlelo lwayo...
Read Full Story (Page 2)Ubesongelwa ngokufa osocongwe eyofakaza kwelokubulawa kwendodana 05
Babe nomthelela ababhikishi kuboshwa owesilisa wokufika 'obanjwe nezidakamizwa'
Read Full Story (Page 1)Kulindeleke ukuba uphinde wenyuke kakhulu udizili
KULINDELEKE ukuba uqhubeke nokwanda umthwalo emahlombe abathengi uma uMnyango wezaMandla nezokuMbiwa, usumemezela izinguquko entengweni kaphethiloli kuleli sonto, njengoba wenzanjalo esontweni lokuqala enyangeni. Ngokwezibalo zakamuva zeCentral Energy...
Read Full Story (Page 2)Kwethulwe inxanxathela eyethiwe ngoShenge
IVUKWE wumunyu iNkosi uZuzifa Buthelezi ngesikhathi kuvulwa ngokusemthethweni inxanxathela yezitolo eseMpangeni, eqanjwe ngoyise, uMntwana waKwaPhindangene, iNkosi uMangosuthu Buthelezi. Le nxanxathela yezitolo ivulwe ngoLwesithathu emcimbini...
Read Full Story (Page 2)Ihlelelwe unyaka ozayo eyokukhetha ubuholi kwi-IFP
ZIHLELELWE ngemuva kokhetho lohulumeni basekhaya, izingqungquthela zokukhetha ubuholi esifundazweni nakuzwelonke, eqenjini Inkatha Freedom Party. Lokhu kuvele emhlanganweni wesigungu esiphezulu saleli qembu obungempelasonto, lapho sithathe isinqumo...
Read Full Story (Page 2)Luselude ukhalo kolukaNkz Shinga ne-NFP - umhlaziyi
KULINDELEKE ukuthi kucace ngokuzokwenzeka ngesikhundla sikaNkz Mbali Shinga (osesithombeni), esiShayamthetho nakwiKhabhinethi yaKwaZulu-Natal, kulandela ukukhonjwa indlela yiqembu lakhe, iNational Freedom Party (NFP). Izolo ngeSonto leli qembu...
Read Full Story (Page 2)Livakashele i-IFP, iqembu elifuna ukuphatha eZambia
LENYUKELE “entabeni” ukuzoqoqa amandla kwi-IFP, iqembu lezepolitiki laseZambia, iPatriotic Front, esemgqigqweni wokuthola ukwesekwa njengoba likhankasela ukhetho lukazwelonke lakuleliya zwe (Zambia), oluzokwenzeka ngoNcwaba (August) nonyaka. Ithimba...
Read Full Story (Page 2)Umholi omusha we-Democratic Alliance
KUPHELILE ukuqagela, uMnu Geordin HillLewis, nguyena umholi omusha weDemocratic Alliance (DA). NgokweDemocratic Alliance, umholi wayo ubizwa ngeFederal Leader. Umenyezelwe izolo (ngeSonto), emini njengoba iDA ibinengqungquthela yokukhetha ubuholi...
Read Full Story (Page 2)INJABULO KWI-IFP YEMUKELA UDKT MNCWANGO EQENJINI
USIHLALO we-IFP KwaZuluNatal, uMnu Thami Ntuli, uthi kunenqwaba yamalungu eMKP, abasazowadalula, asejoyine leli qembu elasungulwa nguMntwana waKwaPhindangene, njengoba bebemukela uDkt Bongani Mncwango, osebajoyinile. Ekhuluma esithangamini sabezindaba...
Read Full Story (Page 2)Ukwenyuka kukagesi kuzozwela kakhulu ezakhamizini
IZAKHAMIZI zizokwetshisa ngokunyuka kukagesi nokunyuka kuka-petrol, njengoba i-Eskom inyuse amanani kagesi ngo-8,76% kunyakamali ka-2026/27, oqale izolo ngoLwesithathu. Ukunyuswa kukagesi kwagunyazwa yinhlangano ebhekelele ukuphehlwa kukagesi kuleli,...
Read Full Story (Page 2)‘Mabathweswe awokubulala okuhleliwe, abadala izingozi bedakiwe emigwaqweni’
KUMELE bathweswe amacala okubulala okuhleliwe (murder), abashayeli bezimoto abadala izingozi ezidlula nemiphefumulo eNingizimu Afrika. Lokhu kushiwo nguNgqongqoshe wezokuThutha, uNkk Barbara Creecy, ngesikhathi ekhuluma emhlanganweni weNational...
Read Full Story (Page 3)Baphume ngobuningi, bebhikishela abokufika
“NGELETHU izwe, pho ngowani umbango?” Leli bekuyiculo losuku kukhukhulelangoqo wemashi yokulwa nenkinga yabokufika abakuleli ngokungemthetho, ebihlelwe yiMarch and March, enkabeni yeTheku, izolo ngoLwesithathu. Kume yonke into, kwavalwa izitolo...
Read Full Story (Page 2)‘Izakhamizi mazibekwe phambili’ - Hlabisa
INKULULEKO kayisoze yaphelela uma eNingizimu Afrika kungabekwa phambili izakhamizi zayo. Lawa ngamazwi kaMengameli weNkatha Freedom Party (IFP), uMnu Velenkosini Hlabisa (osesithombeni), awasho ngesikhathi ethula inkulumo emcimbini weqembu, wokugubha...
Read Full Story (Page 2)Kufakwe elinye igiya kwelikaMkhwanazi
UKHOMISHANA wamaPhoyisa KwaZulu-Natal, uJenene Nhlanhla Mkhwanazi (osesithombeni), wethule ubufakazi ngencwadi eyabhalwa ngesandla yisiboshwa ebesigqunywe esitokisini noMnu Vusimuzi ‘Cat” Matlala. UMkhwanazi nguyena mvusi wenyamazane, njengoba...
Read Full Story (Page 2)'Asengcupheni' amasheya kaBobby kwiKaizer Chiefs
ASENGCUPHENI amasheya kaBobby Motaung eqenjini iKaizer Chiefs, kulandela isikweletu sakhe sika-R4.3 million okuthiwa usikweleta inkampani eyamdayisela ibhilidi negaraji lokuthela uphethiloli, alithenga eminyakeni ewu-15 eyedlule. Ngokubika kweSunday...
Read Full Story (Page 2)Azikuvumi ukuchithwa kwezempesheni
ZISABISA ngokuthi kaluzoba bikho uzinzo kowezemfundo izinyunyana zothisha ezifuna ngo ‘dli’, imali yempesheni okumele ikhokhelwe abafuna ukusheshe bathathe umhlalaphansi kwezemfundo. UMengameli weNational Teacher’s Union (Natu), uMnu Sbusiso Malinga...
Read Full Story (Page 2)Amaphaphu phansi ngemisubelo ‘enamakhemikhali’
Uqhube wathi akuthusi ukutholakala kwala makhemikhali kule misubelo. Uthe ngenxa yale miphumela, kakukho okuphoqa ukuthi le misubelo ikhishwe emashalofini asezitolo. Uphinde waveza nokuthi kakukho okuphoqa abakhiqizi bale misubelo ukuba basebenzise...
Read Full Story (Page 2)UNtuli ukhathazwa ngabagasela amabhizinisi
UNDUNANKULU waKwaZulu-Natal, uMnu Thami Ntuli (osesithombeni), uzwakalise ukukhathazeka ngalabo abahambela izindawo zamabhizinisi ngenhloso yokuhlola ukusebenza kwawo, ngaphandle kokulandela umthetho. UNtuli ubekhuluma eNkosi Albert Luthuli...
Read Full Story (Page 2)Iphelezelwe ngenkomo inja ebiyisilomo emaphisini
UMNU Khumbulani Sithole ongakwesokudla, obengumnikazi wenja engu-10111, engenhla ayivalelise ngedili njengoba ibimgayela imali, iwina nemincintiswano. Umnikazi wayo uthi le nja abeyiqambe elika-10111, ife seyimgayele imali engaphezu kuka-R150 000
Read Full Story (Page 1)UGodongwana uxwayisa omasipala ngokusebenzisa imali
UNGQONGQOSHE wezeMali eNingizimu Afrika, uMnu Enoch Godongwana uxwayise omasipala abehluleka ukusebenzisa imali ngendlela efanele, futhi abasesimeni esibucayi ngokwemali, ngesikhathi ethula isabelomali sonyaka wezimali u-2026/27, ePhalamende, eCape...
Read Full Story (Page 2)Kubhikishe izinyunyana zikhala ngokuboshelwa ogodweni ngoGems
ZIFUNA kunqanyulwe amaketango eziboshwe ngawo wuhulumeni kwiMedical Aid yakwaGems (Government Employees Medical Aid Scheme), izinyunyana zezisebenzi ezingaphansi kwalolu hlelo lokuxhaswa kwezisebenzi wuhulumeni. Lokhu zikukhombise ngoMgqibelo,...
Read Full Story (Page 2)Lube sezithebeni olokuhlakazwa kwePKTT
LIQHUBEKILE nokuzivikela, laveza nokuthi kunemikhankaso yokungcoliswa kwegama lalo, iPhini likaKhomishana wamaPhoyisa oPhikweni oluPhenya ngobugebengu elisamisiwe, uJenene Shadrack Sibiya (osesithombeni), ngesikhathi livele phambi kwekhomishini...
Read Full Story (Page 2)Luya enkantolo olweGems, othisha abayichithayo
ZISABISA ngokuyilwa nangezinkantolo eyengcindezelo ezithi zibhekene nayo izinyunyana zakuleli, ezikhala ngeMedical Aid kahulumeni, okuthiwa imelene nemihlomulo yezisebenzi. Lokhu kuvezwe yiNational Teachers Union (Natu), ngaphansi kweFederation of...
Read Full Story (Page 2)Inkombankombane kushiya abefundisi bamaNazaretha
SISHUBILE isimo ebandleni lamaNazaretha ohlangothini lwaseThembezinhle, njengoba kuthiwa sekushiye inqwaba yabaholi namalungu ebandla ngenxa yezinkinga. Lolu hlangothi luholwa yiNkosi uPhinda “Ukukhanyakwelanga” Shembe (osesithombeni), owangena...
Read Full Story (Page 2)Liyaqonga ikhwelo lokulawulwa kwamaloli eKZN
IZIKHULUMI emngcwabeni wabantu abayisithupha ababhubhe engozini yemoto encane neloli kuN2, ngaseMtubatuba, zikhale ngokungalawuleki kwamaloli emigwaqweni yaKwaZuluNatal. Zithi amaloli awagcini ngokubulala ingqalasizinda nemigwaqo, kodwa ayimbangela...
Read Full Story (Page 2)'Uzofaka umfutho kwesikahulumeni' ohoxe kwese-DA
UZIMISELE ngokufaka wonke umfutho wakhe ekulweni nesifo samatele - esihlasele imfuyo - ngokwesikhundla sakhe sokuba ngungqongqoshe wezolimo, uMnu John Steenhuisen (osesithombeni), omemezele ukuthi useyahoxa ekubeni ngumholi weDA izolo...
Read Full Story (Page 2)URamaphosa uthi uzolinda ekaMadlanga ngoMchunu
YIZE iqonga ingcindezi kuMengameli Cyril Ramaphosa yokuthi akakhombe indlela uMnu Senzo Mchunu ongungqongqoshe wamaphoyisa, osanikwe ikhefu eliyisipesheli, kodwa uthi yena uzolinda isigcawu sejaji uMbuyiseli Madlanga (elikwesobunxele, phezulu), siqede...
Read Full Story (Page 2)Ungqongqoshe unqumele amakhansela okatiki
ANQUNYELWE ugwayi katiki nguNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu KwaZulu-Natal, uMfu Thulasizwe Buthelezi (osesithombeni), amakha-nsela kaMasipala waseMpendle, obhekene nezinkinga zemali. Ungqongqoshe uthe kumele amakhansela alo masipala...
Read Full Story (Page 2)Imvunge ngolomshado wesintu
IVUSE usinga kwabaningi eyomthetho omusha owengamela ezemishado yesintu, lapho iNkantolo yoMthethosisekelo inqume ukuthi incwadi esayinwe sekushadwe umshado wesintu, ifana nengekho. Ngokomthetho waseNingizimu Afrika, umshado wesintu usuke uhlanganisa...
Read Full Story (Page 2)Kucasule amalungu ekomidi ukuziphatha kukaMcBride
UBELOKHU ekhuzwe njalo lowo owayeyinhloko yophiko oluzimele oluphenya amacala athinta amaphoyisa, i-Independent Police Investigative Directorate (IPID), uMnu Robert McBride (osesithombeni), njengoba ebevele eKomidini lePhalamende, eliphenya...
Read Full Story (Page 2)Kwemuliswe ‘itshitshi elineminyaka ewu-54, elisahlolwa’
KAKULITHENANGA amandla okuqhubeka nokugcina ubuntombi balo kuze kuba lifika eminyakeni elikuyona, itshitshi laseLister Farm, eNewcastle, uNkz Nomusa Khumalo (54), ebelemuliswa ngoMsombuluko odlule. UNkz Khumalo uthi sekuphele iminyaka egxekwa...
Read Full Story (Page 2)OwoKhozi FM uzolulekwa ngabameli odabeni ‘lwenhlamba olusenkantolo’
UZOLINDA ukuthola izeluleko zomthetho kubameli bakhe umsakazi woKhozi FM, uZimiphi “Zimdollar” Biyela, ngesinqumo okufanele asithathe ngenkulumo eqoshwe, yananyekwa ezinkundleni zokuxhumana nguWelile Mchunu, ecela uxolo kuyena. Kule video, uWelile...
Read Full Story (Page 2)Umhlaziyi uyibona seyizichithela isikhathi i-ANC ngeJanuary 8
UYAQHUBEKA nokulahlekelwa yisithunzi umcimbi we-ANC wokuqala konyaka, obizwa ngeJanuary 8, okusuke kufanale ukhombe umhlahlandlela waleli qembu. Lokhu kushiwo ngumhlaziyi wezepolitiki ozimele, uMnu Zakhele Ndlovu, ofundisa izifundo zepolitiki...
Read Full Story (Page 2)Iqale yabikela umndeni injinga enikelele uKhuzani u-R150 000
UQALE ngokubikela umndeni wakhe usomabhizinisi uMnu Vusumuzi Dlamini (43), waseNseleni, eMpangeni, onikelele umculi kamaskandi uKhuzani “Indlamlenze” Mpungose ngo-R150 000, ngenhloso yokuba ayongcebeleka nomkakhe (honeymoon) noma yikuphi phesheya...
Read Full Story (Page 2)‘Ngolokulanda amandla uhambo lukaShembe lwasentabeni’
LUFANISWA nohambo lukaMose waseBhayibhelini owalanda amandla okuhola abantwana bakwa-Israel eNtabeni iSinayi, uhambo lwaseNtabeni iKhenani, eNdwedwe, oluthathwa njengolungcwele ngamalungu ebandla lamaNazaretha, ohlangothini lwaseBuhleni, oluholwa...
Read Full Story (Page 2)Luvune izithelo uhlelo lwamabhande asezihlakaleni emabhishi
UTHELE izithelo ezinhle umkhankaso wokufakwa kwamabhande ezinganeni ebezisemabhishi aseThekwini ngoLwesibili - loSuku lokuBuyisana - njengoba bekugcwele kuchichima, kwazise nelanga belikhipha inhlanzi emanzini. UMasipala weTheku uthi ukhiphe amabhande...
Read Full Story (Page 2)‘Ikhohlisana ihlomile KwaZulu-Natal’ kusho umhlaziyi
UMHLAZIYI ozinze eNyuvesi yaKwaZulu-Natal, uMnu Zakhele Ndlovu, uthi makulindelwe noma yini namhlanje ngoMsombuluko, esiShayamthetho sesifundazwe, njengoba iMK Party ne-EFF, behlela ukukhipha uNdunankulu uMnu Thami Ntuli ngevoti lokungamethembi...
Read Full Story (Page 2)Luqalile olokuhlolwa kwabagaqele esenhloko yabashushisi
KUGCINE kuqalile, kwaqhubeka ukuhlolwa kwabagaqele isikhundla sokuba yiNhlo ko yabaShushisi eNingizimu Afrika, nakuba iDemocratic Alliance (DA), ibisithumelele uNgqongqoshe woMnyango wezobuLungiswa, uNkz Mmamoloko Kubayi, incwadi yokumisa lolu...
Read Full Story (Page 2)INJABULO BENIKWA IZINSIZAKUSEBENZA EJOZINI ITWETWE KUBULAWA UFAKAZI KOLWEKHOMISHINI KAMADLANGA
Bebetshakadula njengamathole abantu baseJozini ngaphansi kukaMasipala wesifunda uMkhanyakude, ngesikhathi uMnyango wokuBusa ngokuBanbisana nezoMdabu kuzwelonke nasesifundazweni, ubalethele izinsiza ezidle u-R3 milion. Lezi zinsiza okubalwa kuzona...
Read Full Story (Page 2)Uyabuya uMchunu kwekaMadlanga
UKHUZA ibuya kwikhomishini kaMadlanga uNgqongqoshe wamaPhoyisa osamisiwe, uMnu Senzo Mchunu (osesithombeni), kulandela eqale ukwethula ubufakazi bakhe ngoLwesithathu, kodwa wathatha ikhefu izolo ngoLwesithathu ngenxa yokudedela uKhomishana wamaPhoyisa...
Read Full Story (Page 2)I-DA isakhathazekile ngezinga lobugebengu KwaZulu-Natal
IQEMBU eliyingxenye kahulumeni wenhlanganisela KwaZulu-Natal, iDemocratic Alliance (DA), lizwakalise ukukhathazeka ngezibalo zakamuva zobugebengu, ezikhishwe nguNgqongqoshe wamaPhoyisa osabambile, uMnu Firoz Cachalia (osesithombeni),...
Read Full Story (Page 2)‘Nganika uCele u-R500 000’ - Matlala
Mampuru Prison, ePretoria, izolo ngoLwesithathu. UMatlala uchazele ikomidi ngezikhawu lapho wanikeza khona uCele imali njengoba isamba sokuqala saba wu-R300 000, kwathi esesibili saba wu-R200 000. Uthi okokuqala enikeza uCele ima-li, kwakungesikhathi...
Read Full Story (Page 2)Ushayelwe ihlombe uRamaphosa
ABAHOLI bamazwe abebethamele ingqungquthela ye-G20, bahalalisele uMengameli uCyril Ramaphosa (osesithombeni), ngokuhola nokusingatha le ngqungquthela ngempumelelo njengoba ibiqala ukubanjelwa ezwenikazi i-Afrika, kusukela yaqala ukwenzeka. Le...
Read Full Story (Page 2)Ungoti ucacisa ngomgcagco weSilo noMaMyeni
“UKUGCAGCA ngokosiko lwesintu kukaNkk Nomzamo ‘Masesi’ Myeni neSilo uMisuzulu (osesithombeni) kakuchazi ukuthi sekunguyena uNdlunkulu weSilo.” Lokhu kushiwo nguSolwazi uJabulani Maphalala - ongungoti wesiZulu - ngesikhathi ecacisa ngomgcagco weSilo...
Read Full Story (Page 2)ISilo uMisuzulu sisolwa ngokuxova isizwe
SINQUNYELWE ugwayi katiki iSilo uMisuzulu kaZwelithini yisizwe sakwaMkhwanazi, KwaMpukunyoni, eMtubatuba, ukuba sihoxise ngokushesha ukuqoka uMnu Qiniso Ncube ukuba yiso laso engxenyeni yendawo yalesi sizwe. Isizwe sithi uma kungenzeki lokhu...
Read Full Story (Page 2)Ungoti uyibiza ngomdlalo imizamo yomholi weNFP yokuhlakaza uhulumeni waseKZN
UMHLAZIYI wezepolitiki ozimele, uMnu Zakhele Ndlovu, ubona ingeke iphumelele imizamo kaMengameli weNFP, uMnu Ivan Barnes, yokuqhelisa leli qembu kuhulumeni wenhlanganisela waKwaZulu-Natal, uma lisaholwa nguNkz Mbali Shinga esiShayamthetho sakulesi...
Read Full Story (Page 2)Usihlalo weNFP eKZN uyazihlangula ekuphumeni kuhulumeni wesifundazwe
UNKZ Mbali Shinga (osesithombeni), ohola iNFP KwaZuluNatal - ophinde abe nguNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi ngaphansi kukahulumeni wenhlanganisela oholwa nguMnu Thami Ntuli - uyaziqhelelanisa nesitatimende sikaMengameli waleli qembu, uMnu...
Read Full Story (Page 2)UMchunu uthwale kanzima ngobufakazi ePhalamende
UTHWALE kanzima uMnu Senzo Mchunu, ephendula imibuzo yamalungu ekomidi lePhalamende eliphenya ngokugxambukela kwepolitiki emaphoyiseni njengoba ebevele phambi kwalo izinsuku ezine. UMchunu - onguNgqongqoshe wamaPhoyisa osamisiwe - uqale ngeledlule...
Read Full Story (Page 2)Ufuna inkokhelo ka-R10 million kuJenene Mkhwanazi
UTHI akahlehli usomabhizinisi ongumnikazi wezinkampani zonogada nabaseshi, uMnu Paul O’ Sullivan njengoba ethi ifuna uJenene Nhlanhla Mkhwanazi, ongumphathi wamaphoyisa, KwaZulu-Natal, amkhokhele u-R10 million. U-O’ Sullivan uthi uMkhwanazi,...
Read Full Story (Page 2)USOMLOMO UQINISEKISE EYESIPHAKAMISO SE-MK
IHHOVISI likaSomlomo wesiShayamthetho saKwaZulu-Natal, uNkk Nontembeko Boyce, (osesithombeni), liqinisekise ukuthola incwadi yeMK Party yesiphakamiso sokungabethembi ubuholi bukaNdunankulu wesifundazwe, uMnu Thami Ntuli. NgoMsombuluko leli qembu...
Read Full Story (Page 2)Uchaze ngeminjunju eyolanda ngehlahla inxusa e-Europe
PHUMELE obala ngeminjunju emfikele efika endaweni yesigameko okuphelele kusona indodana yakhe uMnu Musawokuphila Mthethwa onguyise omncane kaMnu Nathi Mthethwa (58) oshone emasontweni amabili adlule ngokuwa esitezi sika-22 ehhotela laseFrance, lapho...
Read Full Story (Page 2)









































































